Biblia Todo Logo
Internet tuqin Biblia

- Anuncios ukanaka -




UJeremiya 18:22 - Contemporary Zulu Bible 2024

22 Makuzwakale ukukhala ezindlini zabo, lapho uletha iviyo phezu kwabo ngokuzuma; ngoba bemba umgodi wokungibamba, bafihlela inyawo zami imijibila.

Uka jalj uñjjattʼäta Copia luraña

IBHAYIBHELI ELINGCWELE

22 Makuzwakale ukukhala ezindlini zabo, lapho ubehlisela impi ngokuzumayo, ngokuba bembile umgodi wokungibamba, bafihlela izinyawo zami izingibe.

Uka jalj uñjjattʼäta Copia luraña

IsiZulu 2020

22 Makuzwakale ukukhala ezindlini zabo, lapho uthumela kubo abaphangi ngokuzumayo, ngokuba bambile umgodi wokungibamba, bafihlela izinyawo zami izingibe.

Uka jalj uñjjattʼäta Copia luraña




UJeremiya 18:22
23 Jak'a apnaqawi uñst'ayäwi  

Abazidlayo bangimbele imigodi ephambene nomthetho wakho.


Abazidlayo bangifihlele ugibe nezintambo; beneka inetha endleleni; bangifakela igin. Sela.


Ngathi kuJehova: “Wena unguNkulunkulu wami; yizwa izwi lokunxusa kwami, Jehova;


Ngabheka ngakwesokunene sami, ngabona, kepha kwakungekho muntu ongangazi; akakho onakekela umphefumulo wami.


Abafuna ukuphila kwami bangibekela izingibe, nabafuna ukungilimaza bakhuluma okubi, baceba inkohliso usuku lonke.


Phakamisa izwi lakho, O ndodakazi yaseGalimi, malizwakale eLayisi, O Anatoti ompofu!


Ingabe ububi buyobuyiselwa ngokuhle? ngoba bembele umphefumulo wami umgodi. Khumbula ukuthi ngema phambi kwakho ukubakhulumela kahle, ngisuse ulaka lwakho kubo.


Ngokuba ngizwile inhlamba yabaningi, ukwesaba nxazonke. Basho, babike, futhi sizobika. Bonke ababengazana nami babheka ukuthi ngime bathi: Mhlawumbe uzolingwa, futhi sizomnqoba futhi siziphindisele kuye.


Lowo muntu makabe njengemizi uJehova ayichitha, engazisolanga;


Ngoba ngizwile ilizwi elinjengelowesifazana obelethayo, lobuhlungu obunjengokuzala kwakhe izibulo, ilizwi lendodakazi yeZiyoni, ikhala, yelula izandla zayo, ithi: Maye mina khathesi! ngoba umphefumulo wami ukhathele ngababulali.


Ngokuba phakathi kwabantu bami kufunyanwa ababi; bacupha ugibe, babambe abantu.


O ndodakazi yabantu bami, bhinca izingubo zokulila, uzigoqe ngomlotha; ulilele njengendodana eyodwa, isililo esimunyu, ngokuba ngokuzumayo umchithi uyakusehlela.


Usuku lwecilongo nolokuhlaba umkhosi ngemizi ebiyelweyo nasemibhoshongweni ephakemeyo.


Khona abaFarisi basuka benza icebo lokumthiya ekukhulumeni kwakhe.


Jiwasaru arktasipxañani:

Anuncios ukanaka


Anuncios ukanaka