UJeremiya 12:14 - Contemporary Zulu Bible 202414 Usho kanje uJehova ngabo bonke abakhelwane bami ababi abathinta ifa engalinika abantu bami u-Israyeli ifa; Bheka, ngiyakubasiphula ezweni labo, ngiphule indlu yakwaJuda phakathi kwabo. Uka jalj uñjjattʼätaIBHAYIBHELI ELINGCWELE14 Usho kanje uJehova ngabakhelwane bonke bami ababi, abalithinta ifa lami engabanika lona abantu bami u-Israyeli, uthi: “Bheka, ngiyakubasiphula ezweni lakubo, ngiyisiphule indlu yakwaJuda phakathi kwabo. Uka jalj uñjjattʼätaIsiZulu 202014 Usho kanje uSimakade ngabo bonke omakhelwane bami abakhohlakele, abaqhwaga ifa engabanika lona abantu bami u-Israyeli, uthi: “Bheka, ngiyakubasiphula ezweni lakubo, nendlu kaJuda ngiyisiphule phakathi kwabo. Uka jalj uñjjattʼäta |
Bhekani, ngiyakuthuma, ngithabathe zonke izizwe zasenyakatho, usho uJehova, noNebukadinesari, inkosi yaseBabele, inceku yami, ngizilethe phezu kwaleli zwe, naphezu kwabakhileyo kulo, naphezu kwazo zonke lezi zizwe ezizungezile, Uyobashaya ngesiqalekiso, abenze isimangaliso, inhlekisa, incithakalo kuze kube phakade.