UJeremiya 11:14 - Contemporary Zulu Bible 202414 Khona-ke ungabakhulekeli laba bantu, futhi ungabaphakamiseli ukukhala noma umkhuleko, ngoba ngeke ngibezwe ngesikhathi bekhala kimi ngosizi lwabo. Uka jalj uñjjattʼätaIBHAYIBHELI ELINGCWELE14 “Ngalokhu ungabakhulekeli laba bantu, ungabaphakamiseli ukukhala nokuthandaza, ngokuba angiyikubezwa mhla bekhala kimi ngokuhlupheka kwabo. Uka jalj uñjjattʼätaIsiZulu 202014 “Ngalokho-ke ungabakhulekeli laba bantu, ungabenzeli izinxuso; ungabakhulekeli, ngokuba angiyukubalalela mhla bekhala kimi ngenhlekelele yabo. Uka jalj uñjjattʼäta |