Biblia Todo Logo
Internet tuqin Biblia

- Anuncios ukanaka -




UHezekeli 10:11 - Contemporary Zulu Bible 2024

11 Ekuhambeni kwawo ahamba ezinhlangothini zawo zozine; awaphendukanga ekuhambeni kwawo, kepha lapho induna yayibheka khona, ayilandela; aziphendukanga ekuhambeni kwazo.

Uka jalj uñjjattʼäta Copia luraña

IBHAYIBHELI ELINGCWELE

11 Ekuhambeni kwawo aya ezinhlangothini zozine, awaphendukanga ekuhambeni kwawo, kepha lapho ikhanda lalibhekisa khona alilandela; awaphendukanga ekuhambeni kwawo.

Uka jalj uñjjattʼäta Copia luraña

IsiZulu 2020

11 Kwakuthi uma ehamba, eya ezinhlangothini zozine, angaphenduki, kodwa lapho ikhanda libheke khona ayelilandela; engaphenduki ngesikhathi ehamba.

Uka jalj uñjjattʼäta Copia luraña




UHezekeli 10:11
6 Jak'a apnaqawi uñst'ayäwi  

Ekuhambeni kwawo ahamba ezinhlangothini zawo zozine, awaphendukanga ekuhambeni kwawo.


Lapho umoya wawusiya khona, zaya khona, umoya wazo wawuhamba; amasondo aphakanyiswa ngokumelene nazo, ngokuba umoya wezidalwa eziphilayo wawusemasondo.


Zazinezandla zomuntu phansi kwamaphiko azo ezinhlangothini zazo zozine; zozine zazinobuso bazo namaphiko azo.


Ngokuqondene nokubonakala kwawo omane ayefana kungathi isondo liphakathi kwesondo.


Ukufana kobuso bazo kwakuyibo lobo buso engabubona emfuleni iKhebari, ukubonakala kwazo nazo ngokwazo;


Jiwasaru arktasipxañani:

Anuncios ukanaka


Anuncios ukanaka