Biblia Todo Logo
Internet tuqin Biblia

- Anuncios ukanaka -




UGenesise 31:9 - Contemporary Zulu Bible 2024

9 Ngakho uNkulunkulu wazithatha izinkomo zikayihlo wanginika zona.

Uka jalj uñjjattʼäta Copia luraña

IBHAYIBHELI ELINGCWELE

9 Kanjalo uNkulunkulu uthathile imfuyo kayihlo, wayinika mina.

Uka jalj uñjjattʼäta Copia luraña

IsiZulu 2020

9 Ngaleyo ndlela uNkulunkulu umephucile uyihlo imfuyo yakhe wayinika mina.

Uka jalj uñjjattʼäta Copia luraña




UGenesise 31:9
9 Jak'a apnaqawi uñst'ayäwi  

Umhlambi wamitha phambi kwezinti, wazala izinkomo, ezimthende, nezimanakanaka, nezimanakanaka.


Wezwa amazwi amadodana kaLabani, ethi: “UJakobe wathatha konke okwakungokukababa; futhi kulokho okwakungokukababa wathola lonke lolu dumo.


Ngesikhathi umhlambi ukhulelwa, ngaphakamisa amehlo ami, ngabona ephusheni, bheka, izinqama ezikhwela umhlambi zazimthende, nezimanakanaka, nezimaqamu.


Ngokuba yonke ingcebo uNkulunkulu ayithatha kubaba ingeyethu neyabantwana bethu; khona-ke yenza manje konke uNkulunkulu akutshele khona.


izimpongo ezingamakhulu amabili, nezimpongo ezingamashumi amabili, nezimvukazi ezingamakhulu amabili, nezinqama ezingamashumi amabili;


Ngokuba zingezami zonke izilwane zehlathi, nezinkomo zasezintabeni eziyinkulungwane.


Umuntu omuhle ushiyela abantwana bakhe ifa, ingcebo yesoni ibekelwe olungileyo.


Angivunyelwa yini ukwenza engikuthandayo ngokungokwami? Iso lakho libi, ngokuba mina ngimuhle?


Jiwasaru arktasipxañani:

Anuncios ukanaka


Anuncios ukanaka