Biblia Todo Logo
Internet tuqin Biblia

- Anuncios ukanaka -




UEksodusi 7:20 - Contemporary Zulu Bible 2024

20 OMose no-Aroni benza njengalokho uJehova ebayalile; waphakamisa udondolo, washaya amanzi aseNayile phambi kwamehlo kaFaro naphambi kwamehlo ezinceku zakhe; futhi onke amanzi omfula aphenduka igazi.

Uka jalj uñjjattʼäta Copia luraña

IBHAYIBHELI ELINGCWELE

20 OMose no-Aroni base bekwenza-ke njengalokho uJehova ebayalile; waphakamisa induku, washaya amanzi asemfuleni emehlweni kaFaro nasemehlweni ezinceku zakhe; onke amanzi asemfuleni aphenduka igazi.

Uka jalj uñjjattʼäta Copia luraña

IsiZulu 2020

20 UMose no-Aroni benza njengoba uSimakade ayebayalile. Wayiphakamisa induku yakhe, washaya amanzi emfuleni phambi kukaFaro nezinceku zakhe, onke amanzi ayesemfuleni iNayili aphenduka igazi,

Uka jalj uñjjattʼäta Copia luraña




UEksodusi 7:20
14 Jak'a apnaqawi uñst'ayäwi  

Wayesethi kuGehazi: “Bhinca ukhalo lwakho, uphathe udondolo lwami esandleni sakho, uhambe; uma uhlangana nomuntu, ungambingelela; uma umuntu ekubingelela, ungabe usamphendula; ngibeke induku yami ebusweni bomfana.


Waphendula amanzi abo aba ligazi, wabulala izinhlanzi zabo.


Baphendula imifula yabo yaba yigazi; nemifudlana yabo, ukuze bangabi nakuphuza.


Uma nabo bengakholwa yilezi zibonakaliso ezimbili, bengalilaleli izwi lakho, uyakuthabatha amanzi omfula, uwathele emhlabathini owomileyo namanzi owamukileyo; lomfula uyakuba yigazi emhlabathini owomileyo.


OMose no-Aroni bangena kuFaro, benza njengalokho uJehova ebayalile; u-Aroni waphonsa induku yakhe phansi phambi kukaFaro naphambi kwezinceku zakhe, yaba yinyoka.


Izinhlanzi zasemfuleni zafa; umfula wanuka, abaseGibithe babengenakuphuza amanzi omfula; kwaba khona igazi ezweni lonke laseGibithe.


OMose no-Aroni benza-ke njengalokho uJehova ebayalile, benze njalo-ke.


UJehova wathukuthelela imifula na? Intukuthelo yakho yayiphezu kwemifula na? Intukuthelo yakho yayivuthela ulwandle, ukuthi ugibele amahhashi akho nezinqola zakho zokusindisa na?


Ingelosi yesibili yayisibetha, kwasekungathi intaba enkulu evutha umlilo yaphonswa olwandle, nengxenye yesithathu yolwandle yaba yigazi;


Jiwasaru arktasipxañani:

Anuncios ukanaka


Anuncios ukanaka