UEksodusi 30:20 - Contemporary Zulu Bible 202420 Lapho bengena etendeni lokuhlangana, kumelwe bageze ngamanzi, ukuze bangafi; noma besondela e-altare ukukhonza, ukunikela ngomnikelo wokushiswa kuJehova; Uka jalj uñjjattʼätaIBHAYIBHELI ELINGCWELE20 Nxa bengena etendeni lokuhlangana, bayakugeza ngamanzi ukuba bangafi, noma besondela e-altare ukuyokhonza, bawushise umnikelo womlilo kuJehova; Uka jalj uñjjattʼätaIsiZulu 202020 lapho bengena ethendeni lokuhlangana nalapho besondela e-althare ukuyokhonza, ukuyokwenza umnikelo wokushiswa kuSimakade, bayogeza ngamanzi ukuze bangafi. Uka jalj uñjjattʼäta |