Biblia Todo Logo
Internet tuqin Biblia

- Anuncios ukanaka -




UEksodusi 21:36 - Contemporary Zulu Bible 2024

36 Noma kwakwaziwa ukuthi inkabi ibihlaba ngaphambili, umniniyo akayibambanga; uyakuyikhokha impela inkabi ngenkabi; labafileyo bazakuba ngabakhe.

Uka jalj uñjjattʼäta Copia luraña

IBHAYIBHELI ELINGCWELE

36 Kodwa uma kwaziwa ukuthi inkabi ibizinge ihlaba nangaphambili, umniniyo engayigcinanga kodwa, uyakuyikhokha nokuyikhokha inkabi ngenkabi, efileyo ibe ngeyakhe.

Uka jalj uñjjattʼäta Copia luraña

IsiZulu 2020

36 Kepha uma kwaziwa ukuthi le nkabi inomkhuba wokuhlasela, nomniniyo engayivaleli, kufanele akhokhele umnini wenkabi efileyo ngenkabi ephilayo; yena agcine leyo efileyo kube ngeyakhe.

Uka jalj uñjjattʼäta Copia luraña




UEksodusi 21:36
4 Jak'a apnaqawi uñst'ayäwi  

Kepha uma inkabi ihlaba ngophondo, kwafakazelwa umniniyo, akayibambanga, kepha wabulala owesilisa noma owesifazane; inkomo kumelwe ikhandwe ngamatshe, nomnikazi wayo naye abulawe.


Uma inkomo yomuntu ilimaza eyomunye, iyafa; bayakuthengisa ngenkabi ephilayo, bahlukaniselane imali yayo; futhi nenkomo efile kumelwe bahlukanise.


Uma umuntu eba inkabi noma imvu, ayihlabe, noma athengise ngayo; uyakubuyisela izinkomo ezinhlanu ngenkomo, nezimvu ezine ngemvu.


Obulala isilwane uyakusilungisa; isilwane ngesilwane.


Jiwasaru arktasipxañani:

Anuncios ukanaka


Anuncios ukanaka