Biblia Todo Logo
Internet tuqin Biblia

- Anuncios ukanaka -




UEksodusi 14:25 - Contemporary Zulu Bible 2024

25 Ase ekhumula amasondo ezinqola zawo, awagibelisa, kangangokuthi abaseGibithe bathi: “Masibaleke phambi kuka-Israyeli; ngoba uJehova uyabalwela emelene labaseGibhithe.

Uka jalj uñjjattʼäta Copia luraña

IBHAYIBHELI ELINGCWELE

25 Wawisa amasondo ezinqola ukuba bahambise kalukhuni, baze bathi abaseGibithe: “Masibaleke ebusweni buka-Israyeli, ngokuba uJehova uyabalwela emelene nabaseGibithe.”

Uka jalj uñjjattʼäta Copia luraña

IsiZulu 2020

25 Izinqola zabo zempi zabhajwa, amasondo ahamba kanzima, ngakho-ke abaseGibhithe bathi: “Masibalekeni phambi kwabakwa-Israyeli, ngokuba uSimakade uyabalwela, umelene nabaseGibhithe.”

Uka jalj uñjjattʼäta Copia luraña




UEksodusi 14:25
26 Jak'a apnaqawi uñst'ayäwi  

Ukwesaba uNkulunkulu kwaba phezu kwayo yonke imibuso yalawo mazwe lapho isizwa ukuthi uJehova wayelwile nezitha zakwa-Israyeli.


Ngase ngibheka, ngasukuma ngathi ezikhulwini nakubabusi nakwabanye abantu: “Ningabesabi; khumbulani uJehova, omkhulu nowesabekayo, nilwele abafowenu, namadodana enu, namadodakazi enu, omkenu, nezindlu zenu.


Futhi kwenzeka ukuthi lapho zonke izitha zethu zizwa lokhu, futhi zonke izizwe ezazisizungezile zibona lezi zinto, zadangala kakhulu emehlweni azo, ngokuba zabona ukuthi lo msebenzi wenziwa nguNkulunkulu wethu.


Wahlukanisa ulwandle phambi kwabo, badabula ulwandle emhlabathini owomileyo; futhi wabaphonsa ekujuleni njengetshe emanzini anamandla.


Kodwa amehlo ababi azafiphala, njalo kabayikuphunyuka, lethemba labo lizakuba njengokuphiwa umoya.


Uyobalekela isikhali sensimbi, nomnsalo wensimbi uyomgwaza.


Ngokuba uNkulunkulu uyakuphonsa phezu kwakhe, angamyeki; angathanda ukuphunyuka esandleni sakhe.


Ihubo likaDavide. Ngilwele, Jehova, nabaphikisana nami, ulwe nabalwa nami.


Uphelisa ukulwa kuze kube semikhawulweni yomhlaba; uyaphula umnsalo, aphule umkhonto; inqola uyishisa ngomlilo.


Amakhosi ebutho abaleka masinyane, nenkosikazi eyayisele ekhaya yahlukanisa impango.


Ngokukhuza kwakho, Nkulunkulu kaJakobe, kokubili inqola nehhashi kwehlelwa ubuthongo obunzima.


UJehova uyakunilwela, nina nithule;


AbaseGibithe bayakwazi ukuthi nginguJehova, uma ngimdumise uFaro, nezinqola zakhe, nabamahhashi bakhe.


Ngiyakuyenza lukhuni inhliziyo kaFaro ukuba abalandele; ngiyakudunyiswa phambi kukaFaro naphezu kwempi yakhe yonke; ukuze abaseGibithe bazi ukuthi nginguJehova. Benza kanjalo.


INkosi iyiqhawe, nguJehova igama layo.


Ngoba itsho njalo kimi iN kosi, isithi: Njengesilwane lebhongo lesilwane elibhongela impango yayo, lapho abelusi bebizelwa phezu kwayo, kayiyikwesaba ilizwi labo, kayikuzithoba ngenxa yomsindo yabo hhayi. Kanjalo uJehova Sebawoti uyakwehla ukuba alwele intaba yaseSiyoni negquma layo.


Ngiyakuchoboza ngawe ihhashi nomgibeli walo; ngiyakuchoboza ngawe inqola nomgadi wayo;


Kodwa ngizaphemba umlilo odongeni lweRaba, njalo uzaqeda izigodlo zalo, ngentokozo ngosuku lwempi, ngesivunguzane ngosuku lwesiphepho.


Njengokungathi umuntu ubalekela ingonyama, ahlangane nebhere; noma engena endlini, wancika isandla sakhe odongeni, walunywa yinyoka.


Ngabona iNkosi imi e-altare, yathi: “Shaya umbundu ongaphezulu womnyango, ukuze izinsika zizamazame; uwaqobe wonke ekhanda; futhi ngizobulala abokugcina kubo ngenkemba;


UJehova uNkulunkulu wenu ohamba phambi kwenu uyakunilwela njengakho konke akwenza kini phambi kwamehlo enu eGibithe;


Akumelwe nibesabe; ngokuba uJehova uNkulunkulu wenu uyakunilwela.


Ngokuba idwala labo alinjengeDwala lethu, nezitha zethu zingabahluleli.


Alukho usuku olunjengalolo ngaphambi kwakhe nangemva kwalokho uJehova walilalela izwi lomuntu; ngokuba uJehova wamlwela u-Israyeli.


UJehova wamsanganisa uSisera nazo zonke izinqola zakhe nempi yakhe yonke ngobukhali benkemba phambi kukaBaraki; uSisera wehla enqoleni yakhe, wabaleka ngezinyawo.


Jiwasaru arktasipxañani:

Anuncios ukanaka


Anuncios ukanaka