Biblia Todo Logo
Internet tuqin Biblia

- Anuncios ukanaka -




NgokukaMarku 14:48 - Contemporary Zulu Bible 2024

48 UJesu waphendula, wathi kubo: “Niphumele ukungibamba ninezinkemba nezinduku ukungibamba kungathi nize kumphangi na?

Uka jalj uñjjattʼäta Copia luraña

IBHAYIBHELI ELINGCWELE

48 UJesu wathatha wathi kubo: “Niphumile kungathi nize kumphangi, niphethe izinkemba nezinduku ukungibamba.

Uka jalj uñjjattʼäta Copia luraña

IsiZulu 2020

48 UJesu wathatha wathi kubo: “Niphume sengathi nize kumphangi, niphethe izinkemba nezinduku ukuba nizongibamba.

Uka jalj uñjjattʼäta Copia luraña

Baasraak Zulu New Testament Bible

48 UJesu waphendula, wathi kubo: “Niphumele ukungibamba ninezinkemba nezinduku ukungibamba kungathi nize kumphangi na?

Uka jalj uñjjattʼäta Copia luraña




NgokukaMarku 14:48
7 Jak'a apnaqawi uñst'ayäwi  

Esakhuluma, bheka, kwafika uJudasi, omunye wabayishumi nambili, enesixuku esikhulu siphethe izinkemba nezinduku, sivela kubapristi abakhulu namalunga abantu.


Ngaleso sikhathi uJesu wathi ezixukwini: “Niphumele ukungibamba niphethe izinkemba nezinduku njengokuya kumphangi na? Bengihlezi kini insuku zonke ethempelini ngifundisa, aningibambanga.


Omunye kwababemi khona wahosha inkemba, wayigenca inceku yompristi omkhulu, wayinquma indlebe.


Benginani imihla ngemihla ethempelini ngifundisa, aningibambanga, kepha kufanele kugcwaliseke imibhalo.


Wathi: “Inkosi yami ixoshelani inceku yayo kanje na?” ngenzeni noma buphi ububi obusesandleni sami?


Jiwasaru arktasipxañani:

Anuncios ukanaka


Anuncios ukanaka