Biblia Todo Logo
Internet tuqin Biblia

- Anuncios ukanaka -




NgokukaLuka 7:7 - Contemporary Zulu Bible 2024

7 Ngakho angizibonanga ukuthi ngifanele ukuza kuwe, kodwa yisho ngezwi, khona inceku yami iyakusinda.

Uka jalj uñjjattʼäta Copia luraña

IBHAYIBHELI ELINGCWELE

7 Ngakho angizibonanga ukuthi ngifanele ukuza kuwe; kepha yisho izwi, khona inceku yami iyakusinda.

Uka jalj uñjjattʼäta Copia luraña

IsiZulu 2020

7 Ngakho-ke angifanele ukuba ngingeza kuwe, kodwa khipha izwi nje, ukuze inceku yami isinde.

Uka jalj uñjjattʼäta Copia luraña

Baasraak Zulu New Testament Bible

7 Ngakho angizibonanga ukuthi ngifanele ukuza kuwe, kodwa yisho ngezwi, khona inceku yami iyakusinda.

Uka jalj uñjjattʼäta Copia luraña




NgokukaLuka 7:7
10 Jak'a apnaqawi uñst'ayäwi  

Wathuma izwi lakhe, wabaphulukisa, wabakhulula ekubhujisweni kwabo.


Ngokuba wakhuluma, kwaba; wayala, yaqhubeka imile.


Wathi: “Uma ulalela nokulalela izwi likaJehova uNkulunkulu wakho, wenze okulungile emehlweni akhe, ulalele imiyalo yakhe, ugcine zonke izimiso zakhe, angiyikubeka nasinye salezi zifo. Engakwehlisela phezu kwabaseGibithe, ngokuba nginguJehova ophilisayo.


Basebemangala bonke, baze babuzana besithi: Kuyini lokhu? Iyini imfundiso entsha le? ngoba ngegunya uyala lomoya abangcolileyo, bamlalele.


Basebemangala bonke, bakhulumisana besithi: Lilizwi lini leli? ngokuba ngegunya nangamandla uyala omoya abangcolileyo, baphume.


Waseselula isandla, wamphatha, wathi: Ngiyathanda, hlambuluka. Masinyane uchoko lwasuka kuye.


Khona uJesu wahamba nabo. Esengasekude nendlu, induna yekhulu yathuma kuye abangani, bathi kuye: “Nkosi, ungazihluphi, ngokuba angifanele ukuba ungene phansi kophahla lwami;


Ngokuba nami ngingumuntu ophansi kwegunya, nginamasosha phansi kwami, ngithi kwelinye: ‘Hamba,’ lihambe; futhi kwenye: Woza, futhi uyeza; nasencekwini yami, Yenza lokhu, ikwenze.


Bhekani manje ukuthi ngiyilokhu nokuthi akakho unkulunkulu ngaphandle kwami. Ngiyabulala, ngiphilise; ngiyalimaza, ngipholise, akakho ongophula esandleni sami.


UJehova uyaphilisa; wehlela eHayidesi, akhuphule;


Jiwasaru arktasipxañani:

Anuncios ukanaka


Anuncios ukanaka