Biblia Todo Logo
Internet tuqin Biblia

- Anuncios ukanaka -




NgokukaLuka 7:6 - Contemporary Zulu Bible 2024

6 Khona uJesu wahamba nabo. Esengasekude nendlu, induna yekhulu yathuma kuye abangani, bathi kuye: “Nkosi, ungazihluphi, ngokuba angifanele ukuba ungene phansi kophahla lwami;

Uka jalj uñjjattʼäta Copia luraña

IBHAYIBHELI ELINGCWELE

6 UJesu wayesehamba nawo. Kepha engasekude nendlu, induna yekhulu yathumela kuye abahlobo, bathi kuye: “Nkosi, ungazihluphi, ngokuba angifanele ukuba ungene phansi kophahla lwami.

Uka jalj uñjjattʼäta Copia luraña

IsiZulu 2020

6 UJesu wayesehamba nawo. Kuthe eseseduze nendlu yenduna yekhulu, induna yekhulu yathumela abahlobo bayo ukuba bathi kuye: “Nkosi, ungazihluphi, ngokuba angifanele ukuba ungangena phansi kophahla lwami.

Uka jalj uñjjattʼäta Copia luraña

Baasraak Zulu New Testament Bible

6 Khona uJesu wahamba nabo. Esengasekude nendlu, induna yekhulu yathuma kuye abangani, bathi kuye: “Nkosi, ungazihluphi, ngokuba angifanele ukuba ungene phansi kophahla lwami;

Uka jalj uñjjattʼäta Copia luraña




NgokukaLuka 7:6
15 Jak'a apnaqawi uñst'ayäwi  

Angifaneleki umusa wakho neqiniso lonke olenze encekwini yakho; ngoba ngadabula leli Jordani ngentonga yami; futhi manje sengingamaqembu amabili.


Ukuzigqaja komuntu kuyamthobisa, kepha othobekileyo onomoya uyahlonishwa.


njengalokhu iNdodana yomuntu ingezanga ukukhonzwa, kodwa ukukhonza, nokunikela ukuphila kwayo, kube yisihlengo sabaningi.


Mina nginibhapathiza ngamanzi kukho ukuphenduka; kepha ozayo emva kwami unamandla kunami, engingafanele ukuthwala izicathulo zakhe;


UJesu wayesehamba naye; abantu abaningi bamlandela, bamminyezela.


USimoni Petru ekubona, wawa phansi emadolweni kaJesu, wathi: “Suka kimi; ngoba ngingumuntu oyisoni, Nkosi.


Esefikile kuJesu amncenga masinyane, esithi: Ufanele ukuthi amenzele lokhu;


Ngokuba uyasithanda isizwe sakithi, wasakhela nesinagoge.


Ngakho angizibonanga ukuthi ngifanele ukuza kuwe, kodwa yisho ngezwi, khona inceku yami iyakusinda.


Esakhuluma, kwafika omunye evela kwamphathi wesinagoge, wathi kuye: “Indodakazi yakho isifile; ningamkhathazi uMfundisi.


Ukuthi uNkulunkulu wamgcoba kanjani uJesu waseNazaretha ngoMoya oNgcwele nangamandla, owahamba enza okuhle, ephulukisa bonke ababecindezelwe nguSathane; ngoba uNkulunkulu wayelaye.


Zithobeni phambi kweNkosi, njalo izaliphakamisa.


Kodwa ubapha umusa owengeziwe. Ngalokho uthi: “UNkulunkulu umelana nabazidlayo, kepha abathobekileyo ubapha umusa.


Jiwasaru arktasipxañani:

Anuncios ukanaka


Anuncios ukanaka