Biblia Todo Logo
Internet tuqin Biblia

- Anuncios ukanaka -




KwabaseRoma 2:1 - Contemporary Zulu Bible 2024

1 Ngakho awunakuzilandulela, wena muntu, noma ungubani owahlulelayo; ngokuba ngalokho owahlulela ngakho omunye, uyazilahla wena; ngoba wena owahlulelayo uyakwenza okufanayo.

Uka jalj uñjjattʼäta Copia luraña

IBHAYIBHELI ELINGCWELE

1 Ngakho awunakuzilandulela wena muntu, noma ungubani owahlulelayo, ngokuba ngalokho owahlulela ngakho omunye uyazilahla wena, ngokuba wena owahlulelayo uyakwenza khona lokho nawe.

Uka jalj uñjjattʼäta Copia luraña

IsiZulu 2020

1 Ngakho-ke awunakuzilandulela wena muntu owehlulelayo, noma ngabe ungubani, ngokuba ngalokho owehlulela ngakho omunye, uzehlulela wena; ngokuba zona lezo zinto obehlulela ngazo, ingani wena kanye uyakwenza khona lokho.

Uka jalj uñjjattʼäta Copia luraña

Baasraak Zulu New Testament Bible

1 Ngakho awunakuzilandulela, wena muntu, noma ungubani owahlulelayo; ngokuba ngalokho owahlulela ngakho omunye, uyazilahla wena; ngoba wena owahlulelayo uyakwenza okufanayo.

Uka jalj uñjjattʼäta Copia luraña




KwabaseRoma 2:1
20 Jak'a apnaqawi uñst'ayäwi  

Wasesithi kuye: Ndoda, ngubani ongibeke umahluleli lomahlukanisi phezu kwenu?


Wathi kuyo: “Ngizakwahlulela ngokuphuma emlonyeni wakho, nceku embi. Ubuwazi ukuthi ngingumuntu olukhuni, othabatha engingakubekanga, avune engingakuhlwanyelanga;


Ningahluleli, khona aniyikwahlulelwa; ningalahli, khona aniyikulahlwa;


Ulokholo na? ube nakho phambi kukaNkulunkulu. Ubusisiwe ongazilahliyo kulokho akuvumelayo.


Kodwa siyazi ukuthi ukwahlulela kukaNkulunkulu kungokweqiniso kulabo abenza izinto ezinjalo.


Ucabanga ukuthi wena muntu, owahlulela abenza izinto ezinjalo, nawe uzenza nazo, ucabanga ukuthi uyakubalekela ukwahlulela kukaNkulunkulu na?


Pho? thina singcono kunabo na? Qha, nakanye; ngokuba sesiwabonisile ngaphambili amaJuda nabezizwe ukuthi bonke baphansi kwesono;


Kodwa wena muntu, ungubani wena ophendula ngoNkulunkulu? Okubunjiweyo kungasho yini kowakubumbayo ukuthi: ‘Ungenzeleni kanjalo na?


Ngakho-ke ningahluleli lutho singakafiki isikhathi, ize ifike iNkosi eyakukuveza ekukhanyeni okufihliweyo kobumnyama, iveze obala amacebo ezinhliziyo, khona-ke yilowo nalowo uyakuba nodumo kuNkulunkulu.


Ngokuba wazini wena mfazi, ukuthi awuyikusindisa indoda yakho na? Wena ndoda, wazi ngani ukuthi uyakumsindisa umkakho na?


Kodwa uyathanda yini ukwazi wena muntu oyize, ukuthi ukholo olungelamisebenzi lufile?


Lingakhulumi kubi, bazalwane. Ohlambalaza umzalwane wakhe, ahlulele umzalwane wakhe, ukhuluma kabi ngomthetho, wahlulela umthetho;


Jiwasaru arktasipxañani:

Anuncios ukanaka


Anuncios ukanaka