Biblia Todo Logo
Internet tuqin Biblia

- Anuncios ukanaka -




KwabaseGalathiya 4:30 - Contemporary Zulu Bible 2024

30 Nokho uthini umbhalo na? Khipha isigqilakazi nendodana yaso, ngokuba indodana yesigqilakazi ayiyikudla ifa kanye nendodana yokhululekileyo.

Uka jalj uñjjattʼäta Copia luraña

IBHAYIBHELI ELINGCWELE

30 Kodwa umbhalo uthini na? Uthi: “Xosha isigqilakazi nendodana yaso, ngokuba indodana yesigqilakazi ayisoze yalidla ifa kanye nendodana yokhululekileyo.”

Uka jalj uñjjattʼäta Copia luraña

IsiZulu 2020

30 Kepha uthini umbhalo na? Uthi: “Xosha isigqilakazi nendodana yaso, indodana yesigqilakazi ayinakulidla ifa kanye nendodana yokhululekileyo.”

Uka jalj uñjjattʼäta Copia luraña

Baasraak Zulu New Testament Bible

30 Nokho uthini umbhalo na? Khipha isigqilakazi nendodana yaso, ngokuba indodana yesigqilakazi ayiyikudla ifa kanye nendodana yokhululekileyo.

Uka jalj uñjjattʼäta Copia luraña




KwabaseGalathiya 4:30
11 Jak'a apnaqawi uñst'ayäwi  

Inceku ayihlali phakade endlini, kepha indodana ihlala phakade.


UNkulunkulu akabalahlanga abantu bakhe ayebazi ngaphambili. Anazi yini ukuthi umbhalo uthini ngo-Eliya na? ukuthi umncenga kanjani uNkulunkulu ngoIsrayeli, ethi:


Ngoba uthini umbhalo? U-Abrahama wakholwa nguNkulunkulu, kwabalelwa kuye ukuthi kungukulunga.


Kepha umbhalo uvalile konke phansi kwesono, ukuze isithembiso ngokukholwa nguJesu Kristu siphiwe abakholwayo.


Umbhalo ubona ngaphambili ukuthi uNkulunkulu uzakulungisisa abezizwe ngokukholwa, walitshumayela ngaphambili ivangeli kuAbrahama, lokuthi: Izizwe zonke zizabusiswa ngawe.


Ngokuba kulotshiwe ukuthi u-Abrahama wayenamadodana amabili, enye kweyesigqilakazi, enye kowesifazane okhululekileyo.


Ngakho-ke, bazalwane, asisibo abantwana besigqilakazi, kodwa singabokhululekileyo.


Ingabe nithi umbhalo usho ngeze ukuthi: “UMoya ohlezi kithi uhahela umhawu na?


Jiwasaru arktasipxañani:

Anuncios ukanaka


Anuncios ukanaka