Biblia Todo Logo
Internet tuqin Biblia

- Anuncios ukanaka -




KwabaseGalathiya 4:17 - Contemporary Zulu Bible 2024

17 Bayanishisekela, kodwa hhayi kahle; yebo, bafuna ukunivalela ngaphandle, ukuze nibaphathe kabi.

Uka jalj uñjjattʼäta Copia luraña

IBHAYIBHELI ELINGCWELE

17 Banishisekela ngokungekuhle, yebo, bafuna ukunivalela ngaphandle, ukuze nishisekele bona.

Uka jalj uñjjattʼäta Copia luraña

IsiZulu 2020

17 Bakhombisa intshisekelo ngani engenabuhle, bafuna ukunahlukanisa nami ukuze nihungeke nilandele bona.

Uka jalj uñjjattʼäta Copia luraña

Baasraak Zulu New Testament Bible

17 Bayanishisekela, kodwa hhayi kahle; yebo, bafuna ukunivalela ngaphandle, ukuze nibaphathe kabi.

Uka jalj uñjjattʼäta Copia luraña




KwabaseGalathiya 4:17
14 Jak'a apnaqawi uñst'ayäwi  

Maye kinina babhali nabaFarisi, bazenzisi! ngoba nizungeza ulwandle nomhlaba ukwenza oyedwa ophendukela kumaJuda, futhi lapho esenziwe, nimenza umntwana wesihogo ngokuphindwe kabili kunani.


Ngokuba ngiyabafakazela ukuthi banentshiseko ngoNkulunkulu, kodwa kungengokokwazi.


Ngokuba abanjalo kabakhonzi iNkosi yethu uJesu Kristu, bakhonza isisu sabo; nangamazwi amahle namnandi bakhohlisa izinhliziyo zabangenalwazi.


Kepha ngiyanidumisa, bazalwane, ngokuba ningikhumbula ezintweni zonke, nigcina izimiso, njengalokho nganinika zona.


Kepha abanye bazikhukhumezile, kungathi angiyikuza kini;


Senisuthi, manje senicebile, nabusa ngaphandle kwethu; bengithanda ukuba benibusa, ukuze nathi sibuse kanye nani.


Kodwa ngiyesaba ukuthi njengalokho inyoka yamkhohlisa u-Eva ngobuqili bayo, kanjalo izingqondo zenu zonakaliswe, zisuke ebuqothweni obukuKristu.


Ngakho sengaba yisitha senu yini, ngokuba nginitshela iqiniso?


Kodwa kuhle ukutshiseka entweni enhle njalonjalo, kungabi nxa ngilani kuphela.


Ngokuba bonke bazifunela okwabo, kungengokukaJesu Kristu.


Ngokuba bekhuluma amazwi okuyize okuyize, babayenga ngezinkanuko zenyama, ngamanyala, labo ababesesindile kulabo abahamba ngokuduka.


Ngokuhaha bayakunenza ngamazwi obuqili; ukwahlulelwa kwabo kwakudala akulibali, nokubhujiswa kwabo akozeli.


Jiwasaru arktasipxañani:

Anuncios ukanaka


Anuncios ukanaka