Biblia Todo Logo
Internet tuqin Biblia

- Anuncios ukanaka -




Johane 11:31 - Contemporary Zulu Bible 2024

31 AmaJuda ayenaye endlini emduduza, ebona uMariya esukuma masinyane waphuma, amlandela, ethi: “Uya ethuneni ukuyokhala khona.

Uka jalj uñjjattʼäta Copia luraña

IBHAYIBHELI ELINGCWELE

31 AbaJuda ababesendlini naye bemkhuza, bebona uMariya esuka masinyane ephuma, bamlandela, bathi: “Uya ethuneni ukuba akhale khona.”

Uka jalj uñjjattʼäta Copia luraña

IsiZulu 2020

31 Ngakho-ke abaJuda ababenaye endlini bemduduza, kuthe bebona uMariya esukuma ngokushesha ephuma, bamlandela, ngoba babecabanga ukuthi uya ethuneni ukuba ayokhala khona.

Uka jalj uñjjattʼäta Copia luraña

Baasraak Zulu New Testament Bible

31 AmaJuda ayenaye endlini emduduza, ebona uMariya esukuma masinyane waphuma, amlandela, ethi: “Uya ethuneni ukuyokhala khona.

Uka jalj uñjjattʼäta Copia luraña




Johane 11:31
5 Jak'a apnaqawi uñst'ayäwi  

Onke amadodana akhe nawo onke amadodakazi akhe asuka ukumduduza; kepha wala ukududuzwa; wathi: “Ngokuba ngiyakwehlela endaweni yabafileyo ngilila indodana yami.” Ngakho uyise wamkhalela.


Kwafika abaningi kumaJuda kuMarta noMariya ukuze babaduduze ngomnewabo.


Kwathi uJesu embona ekhala, nabaJuda ababeze naye bekhala, wabubula emoyeni, wakhathazeka;


Kepha ongowomoya uhlola zonke izinto, kepha yena akahlolwa ngumuntu.


Jiwasaru arktasipxañani:

Anuncios ukanaka


Anuncios ukanaka