Biblia Todo Logo
Internet tuqin Biblia

- Anuncios ukanaka -




IzAga 9:7 - Contemporary Zulu Bible 2024

7 Okhuza isideleli uzizuzela ihlazo; futhi lowo okhuza omubi uthola ibala kuye.

Uka jalj uñjjattʼäta Copia luraña

IBHAYIBHELI ELINGCWELE

7 “Osola isideleli uzithathela inhlamba; othethisa omubi uzitholela isisihla.

Uka jalj uñjjattʼäta Copia luraña

IsiZulu 2020

7 “Osola isedeleli uzibangela ukwethukwa, nothethisa isikhohlakali uziholela ukulimala.

Uka jalj uñjjattʼäta Copia luraña




IzAga 9:7
13 Jak'a apnaqawi uñst'ayäwi  

Kwathi uAhabi ebona uElija, uAhabi wathi kuye: Nguwe yini owesabisa uIsrayeli?


UAhabi wasesithi kuElija: Ungitholile yini, sitha sami? Wathi: “Ngikutholile, ngokuba uzithengise ukwenza okubi emehlweni kaJehova.”


UZedekhiya indodana kaKhenana wasesondela, wamtshaya uMika esihlathini, wathi: UMoya we Nkosi uhambe ngayiphi indlela esuka kimi ukuyakhuluma kuwe?


Wathi: “Isho kanje inkosi, ithi: Fakani lo muntu etilongweni, nimundle ngesinkwa sokuhlupheka namanzi osizi, ngize ngibuye ngokuthula.


Kodwa baziklolodela izithunywa zikaNkulunkulu, bawadelela amazwi akhe, bathuka abaprofethi bakhe, kwaze kwafika intukuthelo kaJehova ngabantu bakhe, kwaze kwangabangakho ukuphulukiswa.


Bheka, ubusisiwe umuntu uNkulunkulu amsolayo; ngalokho awudeleli ukusola kukaSomandla.


Indodana ehlakaniphileyo ilalela ukulaya kukayise, kepha isideleli asikuzwa ukusolwa.


Isideleli asithandi noma ubani omlayayo, futhi akayi kwabahlakaniphileyo.


Ungakhulumi ezindlebeni zesiwula, ngokuba siyakudelela ukuhlakanipha kwamazwi akho.


Kepha bathula, abamphendulanga ngazwi, ngokuba umyalo wenkosi wawuthi: Ningamphenduli.


Jiwasaru arktasipxañani:

Anuncios ukanaka


Anuncios ukanaka