Biblia Todo Logo
Internet tuqin Biblia

- Anuncios ukanaka -




IzAga 29:3 - Contemporary Zulu Bible 2024

3 Othanda ukuhlakanipha uthokozisa uyise; kepha ohamba nezifebe uchitha impahla yakhe.

Uka jalj uñjjattʼäta Copia luraña

IBHAYIBHELI ELINGCWELE

3 Umuntu othanda ukuhlakanipha uthokozisa uyise, kepha umngane wezifebe uchitha imfuyo yakhe.

Uka jalj uñjjattʼäta Copia luraña

IsiZulu 2020

3 Umuntu othanda ukuhlakanipha uthokozisa uyise, kepha ongumngani wezifebe usaphaza imfuyo yakhe.

Uka jalj uñjjattʼäta Copia luraña




IzAga 29:3
14 Jak'a apnaqawi uñst'ayäwi  

Izaga zikaSolomoni. Indodana ehlakaniphileyo ijabulisa uyise, kepha indodana eyisiwula ingumthwalo kanina.


Indodana ehlakaniphileyo ijabulisa uyise, kepha umuntu oyisiwula uyadelela unina.


Othanda injabulo uyakuba mpofu; othanda iwayini namafutha akayikuceba.


Kukhona ingcebo efiselekayo namafutha endlini yohlakaniphileyo; kodwa umuntu oyisiwula uyakudla.


Ndodana yami, uma inhliziyo yakho ihlakanipha, inhliziyo yami iyojabula, yebo, eyami.


Ndodana yami, hlakanipha, wenze inhliziyo yami ijabule, ukuze ngiphendule ongithukayo.


Olima umhlabathi wakhe uyakuba nesinkwa ngokuchichimayo;


Ogcina umthetho uyindodana ehlakaniphileyo, kepha umngane wezihlakaniphi uhlazisa uyise.


Ngoba ngenxa yesifebe umuntu unikwa ucezu lwesinkwa, futhi umfazi ophingayo uzingela umphefumulo oyigugu.


Kwathi emva kwezinsuku ezingeziningi indodana encane yayisibutha konke, yamuka, yaya ezweni elikude;


Kodwa kuthe ifika le ndodana yakho, edle ukudla kwakho lezifebe, uyihlabele ithole elikhuluphalisiweyo.


Jiwasaru arktasipxañani:

Anuncios ukanaka


Anuncios ukanaka