Biblia Todo Logo
Internet tuqin Biblia
- Anuncios ukanaka -




IzAga 21:6 - Contemporary Zulu Bible 2024

6 Ukuzuza ingcebo ngolimi lwamanga kuyize elijikijelwa ngapha nangapha ngabafuna ukufa.

Uka jalj uñjjattʼäta Copia luraña

IBHAYIBHELI ELINGCWELE

6 Ukuthola ingcebo ngolimi lwamanga kuyize elizulazuliswa, nezingibe zokufa.

Uka jalj uñjjattʼäta Copia luraña

IsiZulu 2020

6 Ukuthola ingcebo ngolimi lwamanga kuyize elidlula njengomhwamuko nanjengezingibe zokufa.

Uka jalj uñjjattʼäta Copia luraña




IzAga 21:6
12 Jak'a apnaqawi uñst'ayäwi  

Ingcebo yobubi ayisizi lutho, kepha ukulunga kusindisa ekufeni.


Inotho ezuzwe yize izancipha, kodwa obutha ngomshikashika uzakwanda.


Akulutho, akulutho, kusho umthengi; kepha nxa esehambile, uyazigabisa.


Ifa lingatholwa ngokuphangisa ekuqaleni; kodwa ukuphela kwawo akuyikubusiswa.


Ohlwanyela ububi uyakuvuna okuyize, nenduku yolaka lwakhe iyophela.


Susa kimi okuyize namanga; unganginiki ubumpofu nengcebo; ngiphe ukudla okulungele mina;


Kodwa owona kimi ulimaza umphefumulo wakhe; bonke abangizondayo bathanda ukufa.


Njengentende ehlezi phezu kwamaqanda, ingawachanyuseli; kanjalo ozuza ingcebo kungengenxa yokulunga uyakuyishiya phakathi kwezinsuku zakhe, abe yisiwula ekugcineni.


Lahlani kini zonke iziphambeko zenu eleqa ngazo; futhi anenze inhliziyo entsha nomoya omusha; ngoba lizafelani lina ndlu kaIsrayeli?


abamelwe ukuvalwa umlomo, abachitha izindlu ziphela, befundisa okungafanele ngenxa yenzuzo embi.


Ngokuhaha bayakunenza ngamazwi obuqili; ukwahlulelwa kwabo kwakudala akulibali, nokubhujiswa kwabo akozeli.


Jiwasaru arktasipxañani:

Anuncios ukanaka


Anuncios ukanaka