Biblia Todo Logo
Internet tuqin Biblia

- Anuncios ukanaka -




IzAga 2:13 - Contemporary Zulu Bible 2024

13 abashiya izindlela zokulunga, ukuze bahambe ezindleleni zobumnyama;

Uka jalj uñjjattʼäta Copia luraña

IBHAYIBHELI ELINGCWELE

13 abashiya imikhondo yobuqotho, ukuze bahambe ngezindlela zobumnyama;

Uka jalj uñjjattʼäta Copia luraña

IsiZulu 2020

13 abadela izindlela zobuqotho, bahambe ebumnyameni.

Uka jalj uñjjattʼäta Copia luraña




IzAga 2:13
21 Jak'a apnaqawi uñst'ayäwi  

Bonke basuka, bangcola bonke kanyekanye; akakho owenza okuhle, akakho noyedwa.


Amazwi omlomo wakhe angububi nenkohliso; wayeka ukuhlakanipha nokwenza okuhle.


Abazi, futhi ngeke baqonde; bahamba ebumnyameni: zonke izisekelo zomhlaba zibolile.


Umuntu oduka endleleni yokuqonda uyakuhlala ebandleni labafileyo.


Indlela yababi injengobumnyama; abazi ukuthi bakhubeka ngani.


Abayazi indlela yokuthula; futhi akukho ukwahlulela ezindleleni zabo; bazenzela imigwaqo eyisigwegwe; ongena kuwo ngeke akwazi ukuthula.


Lapho olungileyo ephenduka ekulungeni kwakhe, enze ukungalungi, afe kukho; ngenxa yobubi bakhe abenzileyo, uyakufa.


Nabahlubukayo kuJehova; nalabo abangazange bamfune uJehova futhi abangabuzanga kuye.


Kwavela umuntu ethunyiwe nguNkulunkulu, igama lakhe linguJohane.


UJesu wayesethi kubo: “Kuseyisikhashana ukukhanya kukini. Hambani nisenokukhanya, funa ubumnyama bunifikele, ngokuba ohamba ebumnyameni akazi lapho eya khona.


Ngokuba sebemazi uNkulunkulu, kabamdumisanga njengoNkulunkulu, kababonganga; kodwa baba yize emicabangweni yabo, nenhliziyo yabo ewubuwula yaba mnyama.


Ngokuba uDema ungishiyile, ethanda leli zwe lamanje, waya eThesalonika; uKreske eGalathiya, uThithu eDalmatiya.


Baphuma kithi, kodwa babengesibo abakithi; ngoba uba babengabakithi, ngabe bahlala lathi;


Jiwasaru arktasipxañani:

Anuncios ukanaka


Anuncios ukanaka