Biblia Todo Logo
Internet tuqin Biblia

- Anuncios ukanaka -




IzAga 19:22 - Contemporary Zulu Bible 2024

22 Isifiso somuntu singumusa wakhe, kepha ompofu ungcono kunomuntu onamanga.

Uka jalj uñjjattʼäta Copia luraña

IBHAYIBHELI ELINGCWELE

22 Ukuthandwa komuntu kubangwa ngumusa wakhe; ompofu ungcono kunomuntu wamanga.

Uka jalj uñjjattʼäta Copia luraña

IsiZulu 2020

22 Okulangazelelwa ngumuntu ngukuba athembeke; kungcono ukuba mpofu kunokuba ube ngumuntu wamanga.

Uka jalj uñjjattʼäta Copia luraña




IzAga 19:22
14 Jak'a apnaqawi uñst'ayäwi  

Ngiyazi futhi, Nkulunkulu wami, ukuthi uhlola inhliziyo futhi ujabulela ubuqotho. Mina-ke, ngobuqotho benhliziyo yami nganikela ngokuzithandela zonke lezi zinto; manje ngibonile ngokuthokoza abantu bakho abakhona lapha, bevuma ukuhlabela kuwe.


Kodwa uJehova wathi kubaba uDavida: Ngoba kwakusenhliziyweni yakho ukwakhela ibizo lami indlu, wenza okuhle ngoba kwakusenhliziyweni yakho.


Okhulumela abangani bakhe izinto ezithophayo, amehlo abantwana bakhe ayafiphala.


Abafowethu benze ngenkohliso njengomfula, futhi njengomfula wezifufula bayadlula;


Ngempela, abantu abaphansi bayize, nabantu abaphakeme bangamanga;


Ompofu ohamba ngobuqotho ungcono kunomlomo omubi futhi eyisiwula.


Kunamacebo amaningi enhliziyweni yomuntu; nokho icebo likaJehova liyakuma.


Ukumesaba uJehova kungukuphila, kepha onakho uyakwaneliswa; akayikuhanjelwa ngobubi.


Ngokuba uma kuqala kukhona ukuvuma, kwamukeleka ngokwalokho umuntu anakho, kungenjengalokho angenakho.


ethembeni lokuphila okuphakade, uNkulunkulu ongenakuqamba amanga akuthembisa kungakabikho umhlaba;


Jiwasaru arktasipxañani:

Anuncios ukanaka


Anuncios ukanaka