Biblia Todo Logo
Internet tuqin Biblia

- Anuncios ukanaka -




IzAga 12:12 - Contemporary Zulu Bible 2024

12 Ababi bafisa inetha lababi, kepha impande yabalungileyo iyathela.

Uka jalj uñjjattʼäta Copia luraña

IBHAYIBHELI ELINGCWELE

12 Ishinga lifisa impango yababi, kepha impande yabalungileyo iyathela.

Uka jalj uñjjattʼäta Copia luraña

IsiZulu 2020

12 Isikhohlakali silangazelela impango yababi, kepha impande yabalungileyo iyathela.

Uka jalj uñjjattʼäta Copia luraña




IzAga 12:12
18 Jak'a apnaqawi uñst'ayäwi  

Uyakuba njengesihlahla esitshalwe ngasemifuleni yamanzi, esithela isithelo saso ngesikhathi saso; neqabunga lawo aliyikubuna; futhi konke akwenzayo kuyophumelela.


Uqamekela njengengonyama emphandwini wayo; uqamekela ukubamba abampofu; uyabamba ompofu lapho emdonsela enetheni lakhe.


Abezizwe bacwila emgodini ababewenzile; enetheni bacasha, olwabo unyawo lwabanjwa.


Ingcebo yengcebo ingumuzi wakhe onamandla; ukuwa kwabampofu kungubumpofu babo.


Isithelo solungileyo singumuthi wokuphila; nozuza imiphefumulo uhlakaniphile.


Umphefumulo womubi ufisa okubi, umakhelwane wakhe katholi umusa emehlweni akhe.


Uzakwenza labo abavela kuJakhobe bamile izimpande: uIsrayeli uzaqhakaza, ahlume, agcwalise ubuso bomhlaba ngesithelo.


Insali eyaphunyuka endlini yakwaJuda iyophinde ibe nezimpande ngaphansi futhi ithele izithelo phezulu.


Umuntu omuhle ubhubhile emhlabeni, abekho oqotho phakathi kwabantu; bonke bafuna igazi; bazingela, kube yilowo nalowo umfowabo ngenetha.


Aningikhethanga mina, kodwa mina nginikhethile, nganimisela ukuba nihambe, nithele isithelo, nesithelo senu sihlale, ukuze noma yini eniyakukucela kuBaba egameni lami aninike khona.


Mina ngingumvini, nina ningamagatsha; ohlala kimi, nami kuye, lowo uthela izithelo eziningi; ngokuba ngaphandle kwami ningenze lutho.


Kepha manje senikhululiwe esonweni, naba yizigqila zikaNkulunkulu, nisitholile isithelo senu kube ngubungcwele, nokugcina ukuphila okuphakade.


Jiwasaru arktasipxañani:

Anuncios ukanaka


Anuncios ukanaka