Biblia Todo Logo
Internet tuqin Biblia

- Anuncios ukanaka -




IzAga 11:9 - Contemporary Zulu Bible 2024

9 Umzenzisi ngomlomo wakhe uyabulala umakhelwane wakhe, kepha abalungileyo bayakusindiswa ngolwazi.

Uka jalj uñjjattʼäta Copia luraña

IBHAYIBHELI ELINGCWELE

9 Ngomlomo umuntu ongenaNkulunkulu ubulala umakhelwane wakhe, kepha abalungileyo bayakhululwa ngokwazi.

Uka jalj uñjjattʼäta Copia luraña

IsiZulu 2020

9 Ukukhuluma komuntu ongenabunkulunkulu kuyambulala umakhelwane wakhe, kepha abalungileyo bakhululwa ngolwazi.

Uka jalj uñjjattʼäta Copia luraña




IzAga 11:9
26 Jak'a apnaqawi uñst'ayäwi  

Inkosi yakoIsrayeli yasibiza abaprofethi kungathi abantu abangamakhulu amane, yathi kubo: Ngiye yini eRamothi kwaGileyadi ngilwe, kumbe ngiyeke? Bathi: Yenyukani; ngokuba uJehova uyakulinikela esandleni senkosi.


Ukuthi umzenzisi akabusi, ukuze abantu bangabanjwa.


Zinjalo izindlela zabo bonke abakhohlwa uNkulunkulu; nethemba lomzenzisi liyoshabalala.


Ngokuba akusiso isitha esangithuka; ngabe sengikwazi ukuligqoka; futhi akusiye owangizondayo ozikhukhumezile kimi; ngabe sengimcashele;


Ukulunga kwabaqotho kuyabasindisa, kepha abaphambukayo bayakubanjwa yinkani yabo.


Olungileyo uyasindiswa ekuhluphekeni, lomubi angene endaweni yakhe.


Umuntu oyisidlwangudlwangu uyenga umakhelwane wakhe, amhole endleleni engalungile.


Xwayani abaprofethi bamanga abeza kini bembathise okwezimvu, kepha ngaphakathi beyizimpisi eziphangayo.


Kepha nxa nibona amanyala encithakalo, akhulunywa nguDaniyeli umprofethi, imi lapho kungafanele khona, (ofundayo makaqonde), khona-ke abaseJudiya mababalekele ezintabeni;


Nakini ngokwenu kuyakuvela amadoda, ekhuluma izinto ezonakele, ukuze ahuge abafundi emva kwabo.


Kangilibhalelanga ngoba lingalazi iqiniso, kodwa ngoba lilazi, lokuthi kakulamanga avela eqinisweni.


Kepha ukugcotshwa enakwemukela kuye kuhlala kini, anidingi ukuba ubani anifundise, nihlale kuye.


Jiwasaru arktasipxañani:

Anuncios ukanaka


Anuncios ukanaka