Biblia Todo Logo
Internet tuqin Biblia

- Anuncios ukanaka -




IzAga 11:7 - Contemporary Zulu Bible 2024

7 Lapho omubi efa, ithemba lakhe liyashabalala, nethemba lababi liyashabalala.

Uka jalj uñjjattʼäta Copia luraña

IBHAYIBHELI ELINGCWELE

7 Akwethembayo umuntu omubi kuyaphela ekufeni kwakhe, nethemba lobubi liyabhubha.

Uka jalj uñjjattʼäta Copia luraña

IsiZulu 2020

7 Lapho omubi efa liyashabalala nethemba lakhe, nethemba lokwenza okubi liyashabalala.

Uka jalj uñjjattʼäta Copia luraña




IzAga 11:7
11 Jak'a apnaqawi uñst'ayäwi  

Kodwa amehlo ababi azafiphala, njalo kabayikuphunyuka, lethemba labo lizakuba njengokuphiwa umoya.


Ababi bayokubona badabuke; agedle amazinyo, ancibilike; isifiso sababi siyabhubha.


Umoya wakhe uyaphuma, yena abuyele emhlabathini wakhe; ngalona lolosuku ingqondo yakhe yaphela.


Ithemba labalungileyo liyinjabulo, kodwa ithemba lababi liyabhubha.


Indlela kaJehova ingamandla kwabaqotho, kodwa abenza okubi bayabhujiswa.


Olungileyo uyasindiswa ekuhluphekeni, lomubi angene endaweni yakhe.


Omubi uyaxoshwa ebubini bakhe, kepha olungileyo ulindela ukufa kwakhe.


Usathanda ukuthi phambi kokubulalayo: NginguNkulunkulu? kepha uyakuba ngumuntu, ungabi uNkulunkulu esandleni salowo okubulalayo.


Jiwasaru arktasipxañani:

Anuncios ukanaka


Anuncios ukanaka