Biblia Todo Logo
Internet tuqin Biblia

- Anuncios ukanaka -




AmaHubo 119:50 - Contemporary Zulu Bible 2024

50 Lokhu kuyinduduzo yami ekuhluphekeni kwami, ngokuba izwi lakho lingiphilisile.

Uka jalj uñjjattʼäta Copia luraña

IBHAYIBHELI ELINGCWELE

50 Lokhu kuyinduduzo ekuhluphekeni kwami, ngokuba izwi lakho lingiphilisile.

Uka jalj uñjjattʼäta Copia luraña

IsiZulu 2020

50 Lokhu kuyinduduzo ekuhluphekeni kwami, ngokuba izwi lakho lingiphilisile.

Uka jalj uñjjattʼäta Copia luraña




AmaHubo 119:50
20 Jak'a apnaqawi uñst'ayäwi  

IDALETH. Umphefumulo wami unamathele othulini; ngiphilise ngokwezwi lakho.


Qinisekisa izwi lakho encekwini yakho, eyesaba wena.


VAU. Makube phezu kwami umusa wakho, Jehova, insindiso yakho ngokwezwi lakho.


Uma umthetho wakho ubungemnandi kimi, ngabe ngibhubhele osizini lwami.


Noma ngihamba phakathi kokucindezeleka, uyakungiphilisa; Uyakwelulela isandla sakho phezu kolaka lwezitha zami, esokunene sakho siyangisindisa.


Ngaphela amandla, ngaphandle kokuthi ngikholwe ukuthi ngizakubona okuhle kukaJehova elizweni labaphilayo.


UJehova ungamandla ami nesihlangu sami; inhliziyo yami yathembela kuye, futhi ngasizwa; ngalokho inhliziyo yami ithokoza kakhulu; ngizamdumisa ngengoma yami.


Kungani udangale, mphefumulo wami? nikhathazekeleni kimi na? uthembele kuNkulunkulu, ngokuba ngisezakumdumisa oyimpiliso yobuso bami noNkulunkulu wami.


Kepha uJehova uyakuyala umusa wakhe emini, nasebusuku ingoma yakhe ibe nami, nomkhuleko wami kuNkulunkulu wokuphila kwami.


Ebuningini bemicabango yami kimi ukududuza kwakho kuyathokozisa umphefumulo wami.


Amazwi akho afunyanwa, ngawadla; izwi lakho laba yintokozo kimi nentokozo yenhliziyo yami, ngokuba igama lakho labizwa phezu kwami, Jehova Nkulunkulu Sebawoti.


Ngase ngiprofetha njengokungiyala kwakhe, umoya wangena kuwo, aphila, ema ngezinyawo zawo, impi enkulu kakhulu kakhulu.


Ngumoya ophilisayo; inyama ayisizi lutho; amazwi engiwakhuluma kini angumoya, angukuphila.


Ngoba konke okwalotshwa ngaphambili kwalotshelwa ukufundiswa kwethu, ukuze ngokubekezela langenduduzo yemibhalo sibe lethemba.


Ngokuthanda kwakhe wasizala ngezwi leqiniso, ukuze sibe uhlobo lolibo lwezidalwa zakhe.


Makabongwe uNkulunkulu, uYise weNkosi yethu uJesu Kristu, obuye wasizala kabusha ngokwesihawu sakhe esikhulu ukuba sibe nethemba eliphilayo ngokuvuka kukaJesu Kristu kwabafileyo.


Njengezingane ezisanda kuzalwa langazelelani ubisi lwezwi olungenakonakala, ukuze nikhule ngalo;


Jiwasaru arktasipxañani:

Anuncios ukanaka


Anuncios ukanaka