2 Samuweli 24:17 - Contemporary Zulu Bible 202417 UDavide wakhuluma kuJehova lapho ebona ingelosi ishaya abantu, wathi: “Bheka, ngonile, ngenzile okubi; kodwa lezi zimvu zenzeni? isandla sakho masibe phezu kwami nendlu kababa. Uka jalj uñjjattʼätaIBHAYIBHELI ELINGCWELE17 UDavide wathi kuJehova, lapho eyibona ingelosi eyayibabulala abantu: “Bheka, mina ngonile, ngenzile okubi; kepha lezi zimvu zenzeni na? Isandla sakho masibe phezu kwami naphezu kwendlu kababa.” Uka jalj uñjjattʼätaIsiZulu 202017 Lapho uDavide eyibona ingelosi eyayibulala abantu, wathi kuSimakade: “Bheka, yimi engonile, ngenza okubi, kodwa lezi zimvu zenzeni na? Isandla sakho masibe phezu kwami naphezu kwendlu kababa.” Uka jalj uñjjattʼäta |