Biblia Todo Logo
Internet tuqin Biblia

- Anuncios ukanaka -




2 Samuweli 23:34 - Contemporary Zulu Bible 2024

34 no-Elifeleti indodana ka-Ahasibayi indodana yomMagati, no-Eliyamu indodana ka-Ahithofeli waseGiloni,

Uka jalj uñjjattʼäta Copia luraña

IBHAYIBHELI ELINGCWELE

34 no-Elifeleti indodana ka-Ahashibayi indodana yomMahakha, no-Eliyamu indodana ka-Ahithofeli waseGilo,

Uka jalj uñjjattʼäta Copia luraña

IsiZulu 2020

34 u-Elifelethi, indodana ka-Ahashibhayi, indodana yomMahakha, u-Eliyamu, indodana ka-Ahithofeli waseGilo,

Uka jalj uñjjattʼäta Copia luraña




2 Samuweli 23:34
10 Jak'a apnaqawi uñst'ayäwi  

Babona oonyana baka-Amoni ukuthi bazinukisile phambi kukaDavide, oonyana baka-Amoni bathumela baqasha ama-Aram aseBetirehobhi nama-Aram aseTsobha, amadoda ayizinkulungwane ezingamashumi amabili angumqikela;


Abantwana bakwa-Amoni baphuma, bahlela impi ekungeneni kwesango; ama-Aramu aseSoba, naseRehobe, naseJistobi, naseMahaga ayeyedwa endle.


UDavide wayesethumela wabuza kowesifazane. Omunye wathi: “Lo akasiye uBati Sheba indodakazi ka-Eliyamu umka-Uriya umHeti na?


U-Abisalomu wathumela wabiza u-Ahithofeli waseGiloni, umeluleki kaDavide, emzini wakubo eGilo, esanikela imihlatshelo. Uzungu lwaqina; abantu banda njalo ku-Abisalomu.


Kwasekubikelwa uDavida, kwathiwa: UAhithofeli uphakathi kwamagobe kaAbisalomu. UDavide wathi: “Jehova, guqula icebo lika-Ahithofeli libe ubuwula.


U-Ahithofeli ebona ukuthi isiluleko sakhe asilandelwanga, wabophela imbongolo yakhe, wasuka, waya endlini yakhe emzini wakubo, wayala indlu yakhe, waziphanyeka, wafa, wembelwa ethuneni likayise.


Wadabula izizwe zonke zakwa-Israyeli, waze wafika e-Abela, naseBeti Maga, nakuwo onke amaBeri; basebebuthana bamlandela.


UJayire indodana kaManase walithatha lonke izwe lase-Arigobi kuze kube semkhawulweni wamaGesuri neMahagati; wawabiza ngegama lakhe ngokuthi iBashani Havoti-Jayire kuze kube namuhla.


UDavide waphendula, wathi ku-Ahimeleki umHeti, naku-Abishayi, indodana kaSeruya, umfowabo kaJowabe, wathi: “Ngubani oyakwehla nami kuSawule ekamu na?” Wathi u-Abishayi: “Ngiyakwehla nawe.”


Jiwasaru arktasipxañani:

Anuncios ukanaka


Anuncios ukanaka