2 Samuweli 19:32 - Contemporary Zulu Bible 202432 UBarizilayi wayesemdala kakhulu, eneminyaka engamashumi ayisishiyagalombili; wayepha inkosi ukudla isahlezi eMahanayimi; ngoba wayengumuntu omkhulu kakhulu. Uka jalj uñjjattʼätaIBHAYIBHELI ELINGCWELE32 UBarizilayi wayengumuntu omdala kakhulu, eneminyaka engamashumi ayisishiyagalombili; wayekade eyipha inkosi ukudla isahlezi eMahanayimi, ngokuba wayengumuntu omkhulu kakhulu. Uka jalj uñjjattʼätaIsiZulu 202032 UBharizilayi wayesemdala kakhulu, eneminyaka engama-80. Nguye owabe ondla inkosi ngesikhathi isahleli eMahanayimi, ngokuba wayengumuntu onothileyo. Uka jalj uñjjattʼäta |