2 Samuweli 19:24 - Contemporary Zulu Bible 202424 Kepha uMefibosheti, indodana kaSawule, wehla ukuhlangabeza inkosi, futhi akalungisanga izinyawo zakhe, nentshebe yakhe, futhi akazigezanga izingubo zakhe, kusukela osukwini inkosi eyamuka kwaze kwaba usuku eya ngalo ngokuthula. Uka jalj uñjjattʼätaIBHAYIBHELI ELINGCWELE24 Naye uMefibosheti indodana kaSawule wehla ukuhlangabeza inkosi; wayengalungisanga izinyawo zakhe, engalungisanga nesilevu sakhe, engahlanzanga futhi izingubo zakhe, kwasukela osukwini inkosi eyamuka ngalo kwaze kwaba lusuku owabuya ngalo ngokuthula. Uka jalj uñjjattʼätaIsiZulu 202024 UMefibhoshethi indodana kaSawule, wehla naye wayohlangabeza inkosi; wayengazigezanga izinyawo zakhe, engasigundile isilevu sakhe, noma ahlanze izingubo zakhe, kusukela ngosuku inkosi eyahamba ngalo kwaze kwaba lusuku eyabuya ngalo ngokuthula. Uka jalj uñjjattʼäta |