2 Samuweli 15:24 - Contemporary Zulu Bible 202424 Bheka, uZadoki nawo onke amaLevi babe naye abathwala umphongolo wesivumelwano sikaNkulunkulu; bawubeka phansi umphongolo kaNkulunkulu; u-Abiyathara wenyuka, baze baqeda bonke abantu ukuphuma emzini. Uka jalj uñjjattʼätaIBHAYIBHELI ELINGCWELE24 Bheka, kwafika noSadoki nawo onke amaLevi enaye, ethwele umphongolo wesivumelwano sikaNkulunkulu; abeka phansi umphongolo kaNkulunkulu, u-Abiyathara wenyuka, baze baphuma bonke abantu emzini. Uka jalj uñjjattʼätaIsiZulu 202024 Kwenyuka u-Abhiyathara noZadoki nabo bonke abaLevi, bethwele umphongolo wesivumelwano sikaNkulunkulu; bawubeka phansi umphongolo wesivumelwano baze bedlula bonke abantu ababephuma emzini. Uka jalj uñjjattʼäta |
Lapho u-Aroni namadodana akhe sebeqedile ukumboza indlu engcwele nazo zonke izinto zendlu engcwele lapho ikamu kumelwe lisuke; emva kwalokho amadodana kaKohati ayakufika ukulithwala; kodwa akumelwe bathinte lutho olungcwele, funa bafe. Lezi zinto zingumthwalo wamadodana kaKohati etendeni lokuhlangana.