Biblia Todo Logo
Internet tuqin Biblia

- Anuncios ukanaka -




2 Samuweli 13:38 - Contemporary Zulu Bible 2024

38 U-Abisalomu wayesebaleka, waya eGeshuri, waba khona iminyaka emithathu.

Uka jalj uñjjattʼäta Copia luraña

IBHAYIBHELI ELINGCWELE

38 Wabaleka-ke u-Abisalomu, waya eGeshuri, wahlala khona iminyaka emithathu.

Uka jalj uñjjattʼäta Copia luraña

IsiZulu 2020

38 U-Absalomu wabaleka, waya eGeshuri, wahlala khona iminyaka emithathu.

Uka jalj uñjjattʼäta Copia luraña




2 Samuweli 13:38
6 Jak'a apnaqawi uñst'ayäwi  

Kodwa u-Abisalomu wabaleka. Insizwa engumlindi yaphakamisa amehlo ayo, yabheka, bheka, abantu abaningi bekhuphuka ngomgwaqo ngemuva kwayo.


Owesifazana wasesithi: Pho, ucabangeleni into enje ngabantu bakaNkulunkulu? ngokuba inkosi ikhuluma ngale ndaba njengobi, ngokuba inkosi ayiyikumbuyisela ekhaya oxoshiwe.


UJowabe wayesesuka waya eGeshuri, wamletha u-Abisalomu eJerusalema.


U-Abisalomu wamphendula uJowabe wathi: “Bheka, ngithumele kuwe ukuthi: ‘Woza lapha, ukuze ngikuthume enkosini, uthi: ‘Ngibuyeleni ngivela eGeshuri? kwaba kuhle kimi ukuba ngibe lapho; manje mangibone ubuso benkosi; uma kukhona okubi kimi, makangibulale.


Ngoba inceku yakho yenza isithembiso ngisahlezi eGeshuri eAramu, yathi: Uba i Nkosi ingibuyisela isibili eJerusalema, ngizayikhonza i Nkosi.


eyesibili yayinguKileyabi ka-Abigayili umkaNabali waseKarmeli; eyesithathu yayingu-Abisalomu indodana kaMagaga indodakazi kaTalimayi inkosi yaseGeshuri;


Jiwasaru arktasipxañani:

Anuncios ukanaka


Anuncios ukanaka