1 Samuweli 25:13 - Contemporary Zulu Bible 202413 UDavide wayesethi kubantu bakhe: “Bhincani, kube yilowo nalowo inkemba yakhe; Babhinca, kwaba yilowo nalowo inkemba yakhe; Naye uDavide wabhinca inkemba yakhe, wenyuka wamlandela uDavide kungathi amadoda angamakhulu amane; abangamakhulu amabili basala kwabalungileyo. Uka jalj uñjjattʼätaIBHAYIBHELI ELINGCWELE13 UDavide wathi kubantu bakhe: “Bhincani, kube yilowo nalowo inkemba yakhe.” Zabhinca-ke, kwaba yilowo nalowo inkemba yakhe; naye uDavide wabhinca inkemba yakhe; kwakhuphuka emva kukaDavide abantu kungathi abangamakhulu amane, kepha abangamakhulu amabili bahlala empahleni. Uka jalj uñjjattʼätaIsiZulu 202013 UDavide wathi kubantu bakhe: “Bhincani, kube yilowo nalowo inkemba yakhe.” Zabhinca-ke, kwaba yilowo nalowo inkemba yakhe; naye uDavide wabhinca inkemba yakhe. Kwakhuphuka abantu kungathi abangama-400 belandela uDavide, kwathi abangama-200 basala nempahla. Uka jalj uñjjattʼäta |