Biblia Todo Logo
Internet tuqin Biblia

- Anuncios ukanaka -




1 Samuweli 17:37 - Contemporary Zulu Bible 2024

37 Futhi uDavide wathi: “UJehova owangisindisa esandleni sengonyama nasoshawini lwebhere, nguyena oyangisindisa esandleni salo mFilisti. USawuli wasesithi kuDavida: Hamba, njalo uJehova uzakuba lawe.

Uka jalj uñjjattʼäta Copia luraña

IBHAYIBHELI ELINGCWELE

37 UDavide wathi: “UJehova owangophula ozisheni lwengonyama nasozisheni lwebhere* uyakungophula nasesandleni salowo mFilisti.” USawule wathi kuDavide: “Hamba, uJehova uyakuba nawe.”

Uka jalj uñjjattʼäta Copia luraña

IsiZulu 2020

37 UDavide wathi: “USimakade owangophula ozisheni lwengonyama nasozisheni lwebhele, uzakungisindisa nasesandleni salo mFilisti.” USawule wathi kuDavide: “Hamba, uSimakade uzokuba nawe.”

Uka jalj uñjjattʼäta Copia luraña




1 Samuweli 17:37
21 Jak'a apnaqawi uñst'ayäwi  

Qinani, masibe nesibindi ngenxa yabantu bakithi nangenxa yemizi kaNkulunkulu wethu, uJehova enze lokho akubona kufanele.


Manje, ndodana yami, uJehova makabe nawe! uphumelele wakhe indlu kaJehova uNkulunkulu wakho njengokukhuluma kwakhe ngawe.


Igolide, isiliva, ithusi, nensimbi, akunakubalwa. Sukuma wenze, uJehova abe nawe.


Kumholi wokuhlabelela. Ihubo likaDavide. Ngiyethemba uJehova; nisho kanjani emphefumulweni wami ukuthi: “Balekela entabeni yakho njengenyoni na?


UJehova ungakimi; angiyikwesaba; umuntu angangenzani na?


Ngosuku engamemeza ngalo, wangiphendula, wangiqinisa ngamandla emphefumulweni wami.


Ngokuba ulusizo lwami, ngalokho ngiyakwethaba ethunzini lamaphiko akho.


Ngiyakukhumbula imisebenzi kaJehova; ngiyakukhumbula izimangaliso zakho zasendulo.


Uma kunjalo, uNkulunkulu wethu osikhonzayo angasikhulula esithandweni somlilo ovuthayo, asikhulule esandleni sakho, nkosi.


Njengalokho samlalela uMose kukho konke, kanjalo siyakulalela nawe; kuphela uJehova uNkulunkulu wakho makabe nani, njengalokho ayenoMose.


Bheka, uBhowazi wafika evela eBetlehema, wathi kubavuni: “UJehova makabe nani. Zathi kuye: “UJehova makakubusise;


Inceku yakho ibulele kokubili ingonyama nebhere, futhi lo mFilisti ongasokile uyakuba njengenye yazo, ngoba udelele amabutho kaNkulunkulu ophilayo.


USawule wagqokisa uDavide izikhali zakhe, wafaka isigqoko sethusi ekhanda lakhe; wabuye wahloma ngesikhali.


UJehova wenza lokhu, nokunye okuningi kuJonathani; kepha uma kukuhle kubaba ukwenza okubi kuwe, ngiyakukwazisa, ngikumukise, uhambe ngokuthula; uJehova uyakuba nawe njengalokho ebenobaba.


Ngokuba uma umuntu efumana isitha sakhe, uyakusikhulula na? ngalokho uJehova uyakukuvuza kahle ngalokho okwenze kimi namuhla.


USawuli wasesithi kuDavida: Ubusisiwe wena, ndodana yami Davide; uzakwenza izinto ezinkulu njalo unqobe. UDavide wahamba, uSawule wabuyela endaweni yakhe.


USamuweli wathatha itshe, walibeka phakathi kweMispa neSeni, walibiza ngokuthi i-Ebeni Ezeri, wathi: “Kuze kube manje uJehova usisizile.”


Jiwasaru arktasipxañani:

Anuncios ukanaka


Anuncios ukanaka