Internet tuqin Biblia

Anuncios ukanaka


Taqi biblia Nayra Testamento Machaq Testamento




NgokukaMarku 4:4 - Baasraak Zulu New Testament Bible

Kwathi ekuhlanyeleni kwakhe, enye yawela ngasendleleni, kweza izinyoni zezulu, zayidla zayiqeda.

Uka jalj uñjjattʼäta

IBHAYIBHELI ELINGCWELE

Kwathi ekuhlwanyeleni kwakhe enye imbewu yawela ngasendleleni; kwafika izinyoni, zayidla zayiqeda.

Uka jalj uñjjattʼäta

IsiZulu 2020

Kwathi ehlwanyela imbewu, enye yawela ngasendleleni; kwafika izinyoni, zayidla, zayiqeda.

Uka jalj uñjjattʼäta

Contemporary Zulu Bible 2024

Kwathi ekuhlanyeleni kwakhe, enye yawela ngasendleleni, kweza izinyoni zezulu, zayidla zayiqeda.

Uka jalj uñjjattʼäta



NgokukaMarku 4:4
8 Jak'a apnaqawi uñst'ayäwi  

Nxa yilowo nalowo olizwa izwi lombuso, engaliqondi, omubi uyeza, ahlwithe okuhlwanyelwe enhliziyweni yakhe. Nguye owahlanyelwa ngasendleleni.


Kwathi ekuhlanyeleni kwakhe, enye imbewu yawela ngasendleleni, kweza izinyoni zayidla zayiqeda.


Laba ngasendleleni, lapho okuhlanyelwe khona ilizwi; kodwa nxa sebezwile, uSathane uyafika masinyane, alisuse izwi elihlwanyelwe ezinhliziyweni zabo.


Lalelani; Bheka, kwaphuma umhlwanyeli ukuyohlwanyela;


Enye yawela edwaleni, lapho eyayingenamhlabathi omningi khona; yasihluma masinyane, ngoba yayingelakutshona komhlabathi;


Abasendleleni yilabo abezwayo; bese kufika uSathane, alisuse izwi ezinhliziyweni zabo, funa bakholwe, basindiswe.


Kwaphuma umhlwanyeli ukuyohlwanyela imbewu yakhe; yanyathelwa, izinyoni zezulu zayidla zayidla.