INdodana yomuntu yafika idla, iphuza, bathi: ‘Bhekani, umuntu oyisiminzi nesiphuzi, umngane wabathelisi nezoni. Kodwa ukuhlakanipha kulungisiswa kubantwana bakho.
Mathewu 9:11 - Baasraak Zulu New Testament Bible Kwathi abaFarisi bekubona lokho bathi kubafundi bakhe: Kungani umfundisi wenu esidla labathelisi lezoni? IBHAYIBHELI ELINGCWELE AbaFarisi bekubona lokho bathi kubafundi bakhe: “Yini ukuba umfundisi wenu adle nabathelisi nezoni na?” IsiZulu 2020 AbaFarisi, bekubona lokho, bathi kubafundi bakhe: “Kwenziwa yini ukuba umfundisi wenu adle nabathelisi nezoni na?” Contemporary Zulu Bible 2024 Kwathi abaFarisi bekubona lokho bathi kubafundi bakhe: Kungani umfundisi wenu esidla labathelisi lezoni? |
INdodana yomuntu yafika idla, iphuza, bathi: ‘Bhekani, umuntu oyisiminzi nesiphuzi, umngane wabathelisi nezoni. Kodwa ukuhlakanipha kulungisiswa kubantwana bakho.
Ngokuba uma nithanda abanithandayo, ninamvuzo muni na? Abenzi njalo nabathelisi na?
Kwathi ehlezi ekudleni endlini, bheka, kwafika abathelisi abaningi nezoni, bahlala naye nabafundi bakhe.
Kwathi ababhali labaFarisi bembona esidla labathelisi lezoni, bathi kubafundi bakhe: Kungani esidla lokusela labathelisi lezoni?
Kodwa ababhali babo labaFarisi bakhonona ngabafundi bakhe, besithi: Kungani lisidla linatha labathelisi lezoni?
Ongaba nesihawu kwabangazi nakwabadukayo; ngokuba naye uqobo uzungezwe ubuthakathaka.
Uma kufika umuntu kini engalethi lesi sifundiso, ningamamukeli endlini yenu, ningambulisi;