Nalowo oshiye izindlu, noma abafowabo, noma odadewabo, noma uyise, noma unina, noma abantwana, noma amasimu, ngenxa yegama lami, uyakwamukeliswa okuphindwe kakhulu, adle ifa lokuphila okuphakade.
Mathewu 8:21 - Baasraak Zulu New Testament Bible Omunye wabafundi bakhe wathi kuye: Nkosi, ngivumele ngiqale ngiyengcwaba ubaba. IBHAYIBHELI ELINGCWELE Kodwa omunye wabafundi bakhe wathi kuye: “Nkosi, ngivumele ngiye kuqala ukuyakummbela ubaba.” IsiZulu 2020 Kepha omunye wabafundi bakhe wathi kuye: “Nkosi, ngivumele ngihambe ngiyombela ubaba kuqala.” Contemporary Zulu Bible 2024 Omunye wabafundi bakhe wathi kuye: Nkosi, ngivumele ngiqale ngiyengcwaba ubaba. |
Nalowo oshiye izindlu, noma abafowabo, noma odadewabo, noma uyise, noma unina, noma abantwana, noma amasimu, ngenxa yegama lami, uyakwamukeliswa okuphindwe kakhulu, adle ifa lokuphila okuphakade.
UJesu wathi kuye: “Izimpungushe zinemigodi, nezinyoni zezulu zinezidleke; kodwa iNdodana yomuntu kayilalapho engaqamelisa khona ikhanda.
Ngakho-ke kusukela manje asisazi muntu ngokwenyama; yebo, noma sesimazi uKristu ngokwenyama, nokho kusukela manje asisamazi.