Internet tuqin Biblia

Anuncios ukanaka


Taqi biblia Nayra Testamento Machaq Testamento




Mathewu 8:1 - Baasraak Zulu New Testament Bible

Esehlile entabeni, zamlandela izixuku eziningi.

Uka jalj uñjjattʼäta

IBHAYIBHELI ELINGCWELE

Kwathi esehlile entabeni, zamlandela izixuku eziningi.

Uka jalj uñjjattʼäta

IsiZulu 2020

Kwathi lapho uJesu ehla entabeni, walandelwa yizixuku eziningi.

Uka jalj uñjjattʼäta

Contemporary Zulu Bible 2024

Esehlile entabeni, zamlandela izixuku eziningi.

Uka jalj uñjjattʼäta



Mathewu 8:1
12 Jak'a apnaqawi uñst'ayäwi  

Kodwa uJesu ekwazi lokho wamuka lapho; amaxuku amakhulu amlandela;


Kwasekusiza kuye izixuku ezinkulu zinezinyonga, nezimpumputhe, nezimungulu, nezilima, nabanye abaningi, zababeka ngasezinyaweni zikaJesu; wabaphulukisa;


Kwamlandela izixuku eziningi; wabaphulukisa khona.


Kwathi sebephuma eJeriko, ixuku elikhulu lamlandela.


Kwamlandela izixuku eziningi zivela eGalile, naseDekapholi, naseJerusalema, naseJudiya, nangaphesheya kweJordani.


Ngokuba wabafundisa njengonegunya, kungenjengababhali.


Kwathi uJesu ebona izixuku ezinkulu zimphahlile, walaya ukuthi baye phesheya.


Bheka, kwafika onochoko, wakhuleka kuye, wathi: “Nkosi, uma uthanda, ungangihlambulula.


Kodwa uJesu wasuka wahamba labafundi bakhe, waya elwandle;


Kodwa kwayikhona udumo lwakhe lwanda, kwabuthana izixuku ukuzolalela nokuphulukiswa nguye ezifweni zazo.