Ngakho-ke uma nina enibabi nikwazi ukubapha abantwana benu izipho ezinhle, kakhulu kangakanani uYihlo osezulwini uzakubapha okuhle abacela kuye na?
Mathewu 7:10 - Baasraak Zulu New Testament Bible Noma icela inhlanzi, ayinike inyoka na? IBHAYIBHELI ELINGCWELE noma icela inhlanzi, ayinike inyoka na? IsiZulu 2020 noma icela inhlanzi, ayinike inyoka na? Contemporary Zulu Bible 2024 Noma icela inhlanzi, ayinike inyoka na? |
Ngakho-ke uma nina enibabi nikwazi ukubapha abantwana benu izipho ezinhle, kakhulu kangakanani uYihlo osezulwini uzakubapha okuhle abacela kuye na?
Noma ngumuphi umuntu kini ongathi, uma indodana yakhe icela isinkwa, ayinike itshe na?
Njengokuba uMose waphakamisa inyoka ehlane, kanjalo iNdodana yomuntu imelwe ukuphakanyiswa;
Kodwa ngiyesaba ukuthi njengalokho inyoka yamkhohlisa u-Eva ngobuqili bayo, kanjalo izingqondo zenu zonakaliswe, zisuke ebuqothweni obukuKristu.