Internet tuqin Biblia

Anuncios ukanaka


Taqi biblia Nayra Testamento Machaq Testamento




Mathewu 4:12 - Baasraak Zulu New Testament Bible

Kwathi uJesu esezwile ukuthi uJohane ubotshiwe, wasuka waya eGalili;

Uka jalj uñjjattʼäta

IBHAYIBHELI ELINGCWELE

Kuthe esezwile ukuthi uJohane uboshiwe, wamuka waya eGalile.

Uka jalj uñjjattʼäta

IsiZulu 2020

Kuthe uJesu esezwile ukuthi uJohane uboshiwe, wahamba waya eGalile.

Uka jalj uñjjattʼäta

Contemporary Zulu Bible 2024

Kwathi uJesu esezwile ukuthi uJohane ubotshiwe, wasuka waya eGalili;

Uka jalj uñjjattʼäta



Mathewu 4:12
13 Jak'a apnaqawi uñst'ayäwi  

Kwathi uJohane esetilongweni ezwe imisebenzi kaKristu, wathuma ababili kubafundi bakhe.


Ngokuba uHerode wayembambile uJohane, wambopha, wamfaka etilongweni ngenxa kaHerodiya umkaFiliphu umfowabo.


Kwathi uJohane esebotshiwe, uJesu wafika eGalili, etshumayela ivangeli lombuso kaNkulunkulu;


Ngokuba uHerode uqobo wayethumele wambamba uJohane, wambopha etilongweni ngenxa kaHerodiya umkaFiliphu umfowabo, ngokuba wayemthathile.


Baqinisa kakhulu, bethi: “Uvusa abantu, efundisa kulo lonke iJudiya, eqala eGalile waze wafika lapha.


Wenezela nalokhu phezu kwakho konke, ukuthi wavalela uJohane etilongweni.


UJesu wabuyela eGalile ngamandla kaMoya; udumo lwakhe lwanda kuso sonke leso sikhathi.


Wehlela eKapernawume umuzi waseGalile, wabafundisa ngesabatha.


Ngangomuso wafuna ukuphuma aye eGalile, wafumana uFiliphu, wathi kuye: “Ngilandele.


Lokho ukuqala kwezibonakaliso uJesu wakwenza eKhana laseGalile, ebonakalisa inkazimulo yakhe; abafundi bakhe bakholwa kuye.


Ngokuba uJohane wayengakaphonswa etilongweni.


Kwathi emva kwezinsuku ezimbili wamuka lapho, waya eGalile.


Leso siyisibonakaliso sesibili uJesu asenza ephuma eJudiya, efika eGalile.