Ngiqinisile ngithi kini: Kwabazelwe ngabesifazane akuvelanga omkhulu kunoJohane uMbhapathizi; kepha omncane embusweni wezulu mkhulu kunaye.
Mathewu 3:1 - Baasraak Zulu New Testament Bible Ngalezo zinsuku kwafika uJohane uMbhapathizi, eshumayela ehlane laseJudiya, IBHAYIBHELI ELINGCWELE Ngaleyo mihla kwavela uJohane uMbhapathizi eshumayela ehlane laseJudiya, ethi: IsiZulu 2020 Ngaleyo mihla kwavela uJohane uMbhabhadisi eshumayela ehlane eJudiya, Contemporary Zulu Bible 2024 Ngalezo zinsuku kwafika uJohane uMbhapathizi, eshumayela ehlane laseJudiya, |
Ngiqinisile ngithi kini: Kwabazelwe ngabesifazane akuvelanga omkhulu kunoJohane uMbhapathizi; kepha omncane embusweni wezulu mkhulu kunaye.
Sebemuka, uJesu waqala ukukhuluma ezixukwini ngoJohane, wathi: “Naphuma ukuyobonani ehlane na? Umhlanga unyakaziswa ngumoya na?
Basebesithi: Abanye bathi unguJohane uMbhabhathizi; labanye bathi nguJeremiya kumbe omunye wabaprofethi.
Ngokuba uJohane weza kini ngendlela yokulunga, anikholwanga nguye, kepha abathelisi nezifebe bakholwa nguye;
Wathi: “Isikhathi sigcwalisekile, nombuso kaNkulunkulu ususondele; phendukani, nikholwe ivangeli.
njengokulotshiweyo kubaprofethi ukuthi: Khangela, mina ngiyathuma isithunywa sami phambi kobuso bakho, esizalungisa indlela yakho phambi kwakho.
Nawe, mntwana, uyakuthiwa umprofethi woPhezukonke, ngokuba wena uyakuhamba phambi kobuso beNkosi ukulungisa izindlela zayo;
Zathi sezimukile izithunywa zikaJohane, waqala ukukhuluma ezixukwini ngoJohane, wathi: “Naphumela ukuyobonani ehlane na? Umhlanga unyakaziswa ngumoya na?
kusukela ekubhapathizweni kukaJohane kuze kube lusuku akhushulwa ngalo kithina, kufanele ukuthi kube khona omunye abe ngufakazi kanye nathi wokuvuka kwakhe.