bathi: “Lo wathi: ‘Nginamandla okudiliza ithempeli likaNkulunkulu, ngilakhe ngezinsuku ezintathu.
Mathewu 27:5 - Baasraak Zulu New Testament Bible Waziphonsa phansi izinhlamvu zesiliva ethempelini, wamuka, wazilengisa. IBHAYIBHELI ELINGCWELE Wayesephonsa izinhlamvu zesiliva ethempelini, wamuka, waziphanyeka. IsiZulu 2020 Waziphonsa ethempelini izinhlamvu zesiliva, wahamba; esehambile, wazikhunga. Contemporary Zulu Bible 2024 Waziphonsa phansi izinhlamvu zesiliva ethempelini, wamuka, wazilengisa. |
bathi: “Lo wathi: ‘Nginamandla okudiliza ithempeli likaNkulunkulu, ngilakhe ngezinsuku ezintathu.
Abapristi abakhulu basebethatha izinhlamvu zesiliva, bathi: Kakuvunyelwa ukuthi zifakwe emnikelweni, ngoba ziyintengo yegazi.
Njengomkhuba wobupristi, kwaba yinkatho yakhe ukushisa impepho, lapho engena ethempelini leNkosi.