Mathewu 26:73 - Baasraak Zulu New Testament Bible Kwathi emva kwesikhashana beza kuye ababemi khona, bathi kuPetru: “Nempela nawe ungomunye wabo; ngoba ukukhuluma kwakho kuyakuveza. IBHAYIBHELI ELINGCWELE Emva kwesikhashana ababemi khona basondela, bathi kuPetru: “Nempela nawe ungomunye wabo, ngokuba nokukhuluma kwakho kuyakudalula.” IsiZulu 2020 Emva kwesikhashana, esesondele kwababemi lapho, bathi kuPhethro: “Impela nawe ungomunye wabo, udalulwa ngisho nangukukhuluma kwakho.” Contemporary Zulu Bible 2024 Kwathi emva kwesikhashana beza kuye ababemi khona, bathi kuPetru: “Nempela nawe ungomunye wabo; ngoba ukukhuluma kwakho kuyakuveza. |
Waphinda waphika. Kwathi emva kwesikhatshana futhi ababemi khona bathi kuPetro: Isibili ungomunye wabo, ngoba ungowaseGalili, lokukhuluma kwakho kuvumelana lakho.
Bamangala bonke, bamangala, bathi omunye komunye: “Bhekani, bonke laba abakhulumayo abasibo abaseGalile na?