Mathewu 26:5 - Baasraak Zulu New Testament Bible Kodwa bathi: Kungabi ngomkhosi, hlezi kube khona isiyaluyalu ebantwini. IBHAYIBHELI ELINGCWELE Kepha bathi: “Makungabi ngomkhosi, funa kube khona isiyaluyalu esizweni.” IsiZulu 2020 Kepha bathi: “Makungabi ngomkhosi, funa kube khona isiyaluyalu esizweni.” Contemporary Zulu Bible 2024 Kodwa bathi: Kungabi ngomkhosi, hlezi kube khona isiyaluyalu ebantwini. |
Kodwa uba sisithi: Kubantu; siyabesaba abantu; ngoba bonke bathi uJohane ungumprofethi.
Kwathi uPilatu ebona ukuthi kakusizi lutho, kodwa ukuthi isiyaluyalu sisuka kakhulu, wathatha amanzi, wageza izandla phambi kwexuku, wathi: Anginacala egazini lalumuntu olungileyo; ziboneleni lina.
Kwathi ngosuku lokuqala lwesinkwa esingenamvubelo, lapho kuhlatshwa khona iphasika, abafundi bakhe bathi kuye: “Uthanda ukuba siye sikulungiselaphi ukuba udle iphasika na?
UJesu wathi kubo: “Nina nonke niyakukhubeka ngami ngalobu busuku, ngokuba kulotshiwe ukuthi: ‘Ngiyakushaya umalusi, izimvu zihlakazeke.
Kepha uma sithi: Kubantu; abantu bonke bazosikhanda ngamatshe, ngokuba bakholiwe ukuthi uJohane ungumprofethi.
Lwase lufika usuku lwesinkwa esingenamvubelo, okufanele kuhlatshwe ngalo iphasika.
Base bemhola uJesu kuKayafase bamusa endlini yokwahlulela; futhi bona abazange bangene endlini yokwahlulela, funa bangcoliswe; kodwa ukuze badle iphasika.
Umuzi wonke wagcwala isiphithiphithi, baphuthuma enkundleni yemidlalo nganhliziyonye babamba uGayu no-Aristarku abaseMakedoniya ababehamba noPawulu.
Awuyena lowo mGibhithe owasusa isiyaluyalu ngaphambi kwalezi zinsuku, waholela ehlane amadoda ayizinkulungwane ezine angababulali na?
ukuba ngenze konke esakumisela ngaphambili isandla sakho namasu akho ukuba kwenziwe.