Mathewu 26:4 - Baasraak Zulu New Testament Bible Bacebisana ukuthi bambambe uJesu ngobuqili, bambulale. IBHAYIBHELI ELINGCWELE Bacebisana ukuba bambambe uJesu ngobuqili, bambulale. IsiZulu 2020 Bakha uzungu lokuba bambambe uJesu ngobuqili, bambulale. Contemporary Zulu Bible 2024 Bacebisana ukuthi bambambe uJesu ngobuqili, bambulale. |
Emva kwezinsuku ezimbili kwakukhona iPhasika nomkhosi wesinkwa esingenamvubelo; abapristi abakhulu nababhali bafuna ukuthi bangambamba kanjani ngobuqili, bambulale.
Wathi: “Wena ogcwele ubuqili bonke nobubi bonke, ndodana kaSathane, sitha sokulunga konke, awuyikuyeka ukuphendukezela izindlela eziqondileyo zeNkosi na?
Yona yaphatha izihlobo zethu ngobuqili, yabaphatha kubi obaba, baze baxotsha abantwana babo, ukuze bangaphili.
Kodwa ngiyesaba ukuthi njengalokho inyoka yamkhohlisa u-Eva ngobuqili bayo, kanjalo izingqondo zenu zonakaliswe, zisuke ebuqothweni obukuKristu.