Esangena ethempelini, abapristi abakhulu namalunga esizwe beza kuye esafundisa, bathi: “Lokhu uzenza ngagunya lini na? njalo ngubani okunike leligunya?
Mathewu 24:1 - Baasraak Zulu New Testament Bible UJesu waphuma wamuka ethempelini; abafundi bakhe beza kuye ukumbonisa izakhiwo zethempeli. IBHAYIBHELI ELINGCWELE Kuthe uJesu ephuma ethempelini, emuka, kwasondela abafundi bakhe ukumtshengisa izakhiwo zethempeli. IsiZulu 2020 Kuthe uJesu esephumile ethempelini, wahamba, kwasondela abafundi bakhe, bamkhombisa izakhiwo zethempeli. Contemporary Zulu Bible 2024 UJesu waphuma wamuka ethempelini; abafundi bakhe beza kuye ukumbonisa izakhiwo zethempeli. |
Esangena ethempelini, abapristi abakhulu namalunga esizwe beza kuye esafundisa, bathi: “Lokhu uzenza ngagunya lini na? njalo ngubani okunike leligunya?
Ngokuba ngithi kini: Anisayikungibona kusukela manje, nize nithi: Ubusisiwe ozayo egameni leNkosi.
Base bethi abaJuda: “Leli thempeli iminyaka engamashumi amane nesithupha lakhiwa, wena-ke uyakulivusa ngezinsuku ezintathu na?