Ngakho-ke konke abalitshela khona, kugcineni, likwenze; kodwa ningenzi njengemisebenzi yabo, ngokuba bayakhuluma, bangenzi.
Mathewu 23:2 - Baasraak Zulu New Testament Bible esithi: Ababhali nabaFarisi bahlezi esihlalweni sikaMozisi; IBHAYIBHELI ELINGCWELE wathi: “Ababhali nabaFarisi bahlezi esihlalweni sikaMose. IsiZulu 2020 wathi: “Izazimthetho nabaFarisi bahleli esihlalweni sikaMose. Contemporary Zulu Bible 2024 Esithi: Ababhali nabaFarisi bahlezi esihlalweni sikaMozisi; |
Ngakho-ke konke abalitshela khona, kugcineni, likwenze; kodwa ningenzi njengemisebenzi yabo, ngokuba bayakhuluma, bangenzi.
Wasesithi kubo ekufundiseni kwakhe: Xwayani ababhali, abathanda ukuhamba bembethe izembatho ezinde, lokubingelelwa ezigcawini;
Xwayani ababhali, abathanda ukuhamba bembethe izingubo ezinde, nokubingelelwa ezigcawini, nezihlalo eziphakeme emasinagogeni, nezihlalo eziphambili ekudleni;