Baletha imbongolo nethole, babeka izingubo zabo phezu kwazo, bamhlalisa phezu kwazo.
Mathewu 21:8 - Baasraak Zulu New Testament Bible Isixuku esikhulu kakhulu sendlala izingubo zaso endleleni; abanye bagawula amagatsha emithini, bawandlala endleleni. IBHAYIBHELI ELINGCWELE Iningi lesixuku lendlala izingubo zalo endleleni, kepha abanye bagawula amahlamvu emithini, bawendlala endleleni. IsiZulu 2020 Isixuku esikhulu sendlala izingubo zaso endleleni, abanye bagawula amagatsha emithi, bawendlala endleleni. Contemporary Zulu Bible 2024 Isixuku esikhulu kakhulu sendlala izingubo zaso endleleni; abanye bagawula amagatsha emithini, bawandlala endleleni. |
Baletha imbongolo nethole, babeka izingubo zabo phezu kwazo, bamhlalisa phezu kwazo.
Abaningi bendlala izingubo zabo endleleni, kepha abanye bagawula amagatsha emithini, bawandlala endleleni.