Internet tuqin Biblia

Anuncios ukanaka


Taqi biblia Nayra Testamento Machaq Testamento




Mathewu 2:3 - Baasraak Zulu New Testament Bible

UHerode inkosi esekuzwile lokho wakhathazeka, neJerusalema lonke kanye naye.

Uka jalj uñjjattʼäta

IBHAYIBHELI ELINGCWELE

UHerode inkosi esekuzwile lokho wakhathazeka neJerusalema lonke kanye naye.

Uka jalj uñjjattʼäta

IsiZulu 2020

UHerode, inkosi, esekuzwile lokho wakhathazeka nalo lonke iJerusalema.

Uka jalj uñjjattʼäta

Contemporary Zulu Bible 2024

UHerode inkosi esekuzwile lokho wakhathazeka, neJerusalema lonke kanye naye.

Uka jalj uñjjattʼäta



Mathewu 2:3
14 Jak'a apnaqawi uñst'ayäwi  

besithi: Ungaphi ozelwe eyinkosi yamaJuda? ngokuba sibonile inkanyezi yakhe empumalanga, size ukukhuleka kuye.


Wayesebutha bonke abapristi abakhulu nababhali besizwe, wababuza ukuthi uKristu uzakuzalelwaphi.


Jerusalema, Jerusalema, wena obulala abaprofethi, okhanda ngamatshe abathunywe kuwe, kukangaki ngithanda ukubuthela ndawonye abantwana bakho, njengesikhukhukazi sibuthela amatshwele aso ngaphansi kwamaphiko aso, kodwa anivumanga!


Niyakuzwa ngezimpi namahemuhemu ezimpi, bhekani ningethuki;


Bheka, bamemeza bathi: “Sinamsebenzi muni nawe Jesu, Ndodana kaNkulunkulu na? Uze lapha ukusihlupha singakafiki isikhathi?


Nxa nisizwa ngezimpi namahemuhemu ezimpi, ningethuki; kodwa ukuphela kungakafiki.


Bedabukile ngokuba befundisa abantu, beshumayela ukuvuka kwabafileyo ngoJesu.