Basebesithi kuye: Pho, uMozisi walayelani ukunika incwadi yesehlukaniso, lokumala?
Mathewu 19:8 - Baasraak Zulu New Testament Bible Wathi kubo: “Ngenxa yobulukhuni benhliziyo yenu uMose wanivumela ukwala omkenu, kepha kwasekuqaleni kwakungenjalo. IBHAYIBHELI ELINGCWELE Wathi kubo: “Ngenxa yobulukhuni benhliziyo yenu uMose wanivumela ukwahlukana nabo omkenu, kepha kusukela kwasekuqaleni kwakungenjalo. IsiZulu 2020 UJesu wathi kubo: “Ngenxa yobulukhuni benhliziyo yenu, uMose wanivumela ukuba nehlukane nabo omkenu, kodwa-ke kwakungenjalo kusukela ekuqaleni. Contemporary Zulu Bible 2024 Wathi kubo: “Ngenxa yobulukhuni benhliziyo yenu uMose wanivumela ukwala omkenu, kepha kwasekuqaleni kwakungenjalo. |
Basebesithi kuye: Pho, uMozisi walayelani ukunika incwadi yesehlukaniso, lokumala?
Nami ngithi kini: Yilowo nalowo olahla umkakhe, kungengenxa yokuphinga, aganwe ngomunye, uyaphinga;
UJesu waphendula wathi kuye: Vuma kalokhu, ngokuba kusifanele ukugcwalisa kanjalo ukulunga konke. Wase emvumela.
Amademoni amncenga, ethi: “Uma usikhipha, sivumele ukuba siye emhlambini wezingulube.
UJesu waphendula, wathi kubo: Ngobulukhuni benhliziyo yenu walilobela lowomyalo.
Emva kwalokho wabonakala kwabayishumi nanye behlezi ekudleni, wabasola ngokungakholwa kwabo nobulukhuni benhliziyo, ngokuba bengakholwanga yilabo ababembonile esevusiwe.