Khona uJosefa indoda yakhe, engumuntu olungileyo, engathandi ukumenza ihlazo, waqonda ukumala ngasese.
Mathewu 19:7 - Baasraak Zulu New Testament Bible Basebesithi kuye: Pho, uMozisi walayelani ukunika incwadi yesehlukaniso, lokumala? IBHAYIBHELI ELINGCWELE Bathi kuye: “Pho, uMose wayalelani ukuthi makanikwe incwadi yesahlukaniso, alahlwe, na?” IsiZulu 2020 Bathi kuye: “Pho uMose wayalelani ukuba akanikwe incwadi yesehlukaniso, alahlwe na?” Contemporary Zulu Bible 2024 Basebesithi kuye: Pho, uMozisi walayelani ukunika incwadi yesehlukaniso, lokumala? |
Khona uJosefa indoda yakhe, engumuntu olungileyo, engathandi ukumenza ihlazo, waqonda ukumala ngasese.
Ngakho abasebabili, kodwa sebenyamanye. Ngakho-ke lokho akuhlanganisileyo uNkulunkulu, makungahlukaniswa muntu.
Wathi kubo: “Ngenxa yobulukhuni benhliziyo yenu uMose wanivumela ukwala omkenu, kepha kwasekuqaleni kwakungenjalo.